Blaq Diamond – Woza My Love Lyrics

Lyrics For Woza My Love By Blaq Diamond

Download the Android app
to read lyrics offline
Woza My Love
Blaq Diamond

[Intro]
Lalel’ intliziyo yami, Oh babe

[Verse 1]
Heal my heart and touch my soul
Vele ngishawe luvalo, wangithanda ngingenanto
Ngelosi yami yokuphila, ngicel’ uhlale nami

[Chorus]
Uthando lwam dali, lubanzi lujulile
Ngifis’ ukuchith’ insuku zokuphila nawe
Ithemba lam dali, liyophelela kuwe
Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling

Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love
Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love

[Verse 2]
Sengihambe amakhilomitha mina, sengihamb’ amakhilomitha mina
Ebusika bengizula ngifuna wena
Phela wena uyimfudumalo yami yeminyaka

Imizwa yami iyakhuluma masibukana
Ivel’ ithi dali sondela ngithi manqa
Ufik’ empilweni yam ilanga lisarhwalala
Buka manje sekuyakhanya kuyaqhakaza

[Bridge]
Lalel’ intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi
Lalel’ intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi
Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi
Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi

[Chorus]
Uthando lwam dali, lubanzi lujulile
Ngifis’ ukuchith’ insuku zokuphila nawe
Ithemba lam dali, liyophelela kuwe
Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling

Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love
Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love

Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love
Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love

[Outro]
Uthando lwam dali, oh na na na
Ithemba lam dali, oh na na na
Oh babe

Read previous post:
Blaq Diamond – Sbhekane Lyrics

Lyrics For Sbhekane By Blaq Diamond Ft Thee Legacy Ziqala amadoda, zindabezimnandi, hey Kwaze kamnandi uba uMzulu, ebumnandini Kwaze kamnandi...

Close