Blaq Diamond – Sbhekane Lyrics

Lyrics For Sbhekane By Blaq Diamond Ft Thee Legacy

Ziqala amadoda, zindabezimnandi, hey
Kwaze kamnandi uba uMzulu, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba uMxhosa, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba uMsuthu, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umVenda, ngiyakutshela
Kwaze kamnandi uba umTswana, hey wena wey
Kwaze kamnandi uba umPedi, hey wena wey
Kwaze kamnandi uba umNdebele, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umTsonga, wena ngiyakutshela
Kwaze kamnandi uba umSwati, mama

[Chorus]
Oh sishaya ugida sibhekane, hey
Oh sishaya ugida sibhekane, ooh
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, nabo

Wamuhle, wamuhle mntakwethu
Ingathi umama Winnie ebusheni bakhe
Wamuhle, wamuhle mntakwethu
Ingathi umama Winnie ebusheni bakhe
Awu ngiyaziqenya ngentombi zakithi
Imbali zesizwe, ungahamba umhlaba wonke
Ngeke uzithole ezinjengezakithi

Ooh impiko zami, kukhala impiko zami
Ngibhekwe yintaba, zokhahlamba kukhala iphimbo lami
Ooh impiko zami, kukhala impiko zami
Ngibhkwe yintaba, zokhahlamba kukhala iphimbo lami
Abodali bayakhala mabelizwa
Libakhumbuza ekhaya, balilizele

[Chorus]
Oh sishaya ugida sibhekane, hey
Oh sishaya ugida sibhekane, ooh
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, nabo

Read previous post:
Kabza De Small, Dj Maphorisa- Energy Lyrics

Lyrics For Energy By Kabza De Small, DJ Maphorisa Ft TylerICU & Focalistic Msebenzi, msebenzi, msebenzi, msebenzi, Msebenzi, msebenzi, msebenzi,...

Close