Blaq Diamond – Lidume Lyrics

Blaq Diamond – Lidume Lyrics

Lyrics For Lidume By Blaq Diamond

Intro: Danya]
Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam’bon’ udali
Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam’bon’ udali
Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam’bon’ udali
Ngamane lidume lingithathe
Kunokuthi ngihlale ngingam’bon’ udali

[Chorus: Danya]
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume

[Verse 1: Ndu Browns]
Webafwethu aningisizeni
Phela manje angiseneme
Inhliziyo ibalis’ ayiqedi
Sekuvuka nesikhwele
Nakh’ umuntu ezophenduk’ uBlack Coffee
Ngithathe ngesandla sokunxele
Ngane yakwethu come and save me
Uthando lwethu lubelethe
Dali mina anginaw’ amaningi
Umhlaba wonk’ uvel’ ume uthi ngqi!
Namhlanje ngiyophelel’ emabalin’ akini
Ngidalelwe wena noma bangathini

[Chorus: Danya]
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume

[Verse 2: Danya]
Awu noma lingabaniza
Noma liguqubala amafu
Noma lingashay’ uzamcolo
Zamcolo zamcolo
Awu noma lingabaniza
Noma liguqubala amafu
Noma lingashay’ uzamcolo
Zamcolo zamcolo
Inhliziyo ishaya nga double
Phela wena uyisakhamuzi
Noma lingana kugcwal’ imimfula lezulu
Ngizokushayel’ idadamu

[Chorus: Danya]
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume

Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Ngamane lidume, ngamane lidume
Aw ngamane ngempela

You cannot copy content of this page