Zola- Ulwandle lyrics

Zola- Ulwandle lyrics

(Chorus)

  Don’t believe a word they say
  Turn around and walk away
  Make your world a better stay
  Ngob’uthando lwami lungango lwandle
  Ngob’uthando lwami lungango lwandle
  First ngibonga ubaba ngokuthi angiphe wena
  So ngathi igama uLwandle ngoba ngikhuphula yena
  Amaphutha ngiwenzile kodwa uvele wangixolela
  Umntana muni yintombazana hee ngavele ngahleka
  The day you were born baby ngashintja unompela
  I knew sengithole umuntu engifuna ukuphilela yena
  You changed my life
  Khula lova yinke into ibeyindlela
  Umhlaba’uyahlaba hlalehlombe mina ngihlome lendlela
  (Chorus)
  I life iyabheda yazi
  Bazokukhohlisa yazi
  Ugad’isono uvul’amehlo mawujule ngolwazi
  Udlule bekufanele dali ufane namanzi
  Uvule iyindlebe ulalele ungasitjeli ukuthi uyazi
  Ufane nenkonyane mawulandela inkomazi
  Ukhonze kubaba ngoba yena mkhulukazi
  I didn’t have much ngoba wangishiya  ubaba
  But I’m everything I am ngoba wang’thanda umama
  I’ll do the best I can ukuthi ngibe ubaba
  But I need a favor kuwe ngifuna umntwana
  If I ever do wrong you have a right yok’khala
  I life isaqhubeka azovela amaphutha
  Baby akekho ozokuthinta phela mine ngiyak’phahlela
  Nkomo zidla ekhaya ngoba siswela abelusi
  Ngiyakuthanda baby yazi
  Uyindlovukazi
  (Chorus)
  Baba ngibonga lengilozi ephambikwami efananami
  Yes I’dlove to be your daddy
  Won’t you please just be my baby
  And I will always understand
  And I will always comprehend
  And I will always be your friend
  Hold my hand come on baby
  (Chorus)
Tagged ,

You cannot copy content of this page