Sqiniseko SqinQ, Danya Devs “SABELA” Lyrics
(Wo wohh …)
Thando lwakho ,
lungibonis amanga
udali uphethe I smile esihlanyisa umhlaba
Thando lwakho ,
lungibonisa amanga wee
udali uphethe I smile esihlanyisa umhlaba
Mabekushela themba lami
wobamisa dali wami ,
Mabekushela themba lami
Wobamisa dali wami
Aww ngizomemeza igama lakho
Wosabela we my love ,
Aww ngizomemeza igama lakho
Wosabela we my love
Ubosabela …
Ubosabela …
Ubosabela wohh …
Wedali Ubosabela …
(Asambe mama)
Sawbona we sweetheart
Sawbona mabhebeza
Sondela sithathe i shower
Amanzi ayageleza
Wena ukuhleka vele i body yakho yibhansela
Shanda pha …
uyishandapha …
Aww kodwa Ntombi yam ugqoka kahle uyaziswenkela ,
I drop yakho iyababa
Amanzi e aloe vere
I voice iyangichaza
Ebusuku usungifonela
Shanda pha …
Uyishandapha …
Ngithanda wena wedwa omunye akekho ,
Bakhala ngawe emlazi naseSoweto
Soweto ,
Soweto …
I ex yakho inesokisi elinama potato
Wesponono …
Wesponono …
Umuhle from Monday kuze kushaye isonto ,
Dali i pumpkin yakho ,
Intofontofo , Hlala nami …
Mabekushela themba lami …
Wobamisa dali wami ,
Mabekushela themba lami …
Wobamisa dali wami,
Aww ngizomemeza igama lakho ,
Wosabela we my love …
Aww ngizomemeza igama lakho ,
Wosabela we my love …
Ubosabela …
Ubosabela …
Ubosabela wohh …
Wedali Ubosabela …
Wee ahhh Aybo we mahh…
Uthando lwami lumi ngenhla lukwi balcony ,
Wee ahh Ayybo wemahhh
Nhliziyo ikhala nsuku zonke mangingakutholi
Thando lwami nje , lvuth umlilo namalangabi ,
Kubo bonke wee , ngizokunika uthando wena my love
Mabesqhatha Dali , asobalaya singabangisani
Umoya wam uyojabula …
Thando lwami , lumphezulu
Njalo manginawe I feel holy
Akhekho othola kuwe nabaningi bakho
Hlez bezama abangitholi
UWen ntombi yami , nodoli , thatha leskhathi uthembe mina
Mawuseduze nami iynsuku zami zthol amadla kuwe nodoli
Buka amehlo ami wedali ,abhalwe igama weehh
Izwa inhliziyo dali Ibiza igama lakho
Ngizolmemeza Dali , ubosabela weee
Ngoba Ngyazi labafana bonke bayozamukukshela weee
Mabekushela themba lami ,
Wobamisa dali wami …
Mabekushela themba lami ,
Wobamisa dali wami …
Aww ngizomemeza igama lakho ,
Wosabela we my love …
Aww ngizomemeza igama lakho ,
Wosabela we my love …
Ubosabela …
Ubosabela …
Ubosabela wohh …
Wedali Ubosabela …
Ngawe ngyasangana ,
Ngawe ngyasangana ,
Ngibuyele bakho sthandwa sami ngiyasangana ,
Vele siyathandana ,
Vele siyathandana ,
Ngizibambela i pumpkin yakho mase si hug(ana)