Sjava, Mzukulu, Q Twins – Isoka lyrics

Sjava, Mzukulu, Q Twins – Isoka lyrics

Wedali wam waduma kab’ezweni
Westhandwa sam waduma kab’ezweni
Welavi wam waduma kab’ezweni
Wedali wam waduma kab’ezweni

Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka

Wedali ngibamb’amatender
Wedalingibamba ngiyeka
Ngiyisoka mina
Dali ngisoka
Wedali ngiyolala ekhaya kodwa ngyolalekhaya
Wedali ngiyolala ekhaya kodwa ngyolalekhaya
Labangani bakho obalalelayo dali bayangifuna (Bayangifuna)
Labangani bakho obalalelayo dali bayangifuna (Bayangifuna)

Welavi wam waduma kab’ezweni
Wedali wam waduma kab’ezweni

Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka

Ngiyabezwa bezama befun’ukusehlukanisa
Kodw’inhliziyo yami dali ikhethe wena
Dali uthando lwethu wen’uyazi luhamb’amazwe
Cel’ubayeke onodaba sobuye sibabone
Ngithanda masumamatheka
Nenhliziy’ijabule
Kudala ngangbatshela ukuthi mina ngikuthandile

Welavi wam waduma kab’ezweni
Wedali wam wadumakab’ezweni

Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka
Bathi uyisoka wena bathi uyisoka

Ubuth’ abantwana basele nobani (Angsak’thembi)
Ubuthi izingane zakho zisele nobani
Ungbukisa nabantu
Uzibiza ngesoka
Awubuyi nasekhaya
Uhlaleleni

Uyisoka

You cannot copy content of this page