Sjava, Lowfeye, LaCabra “Madibuseng” Lyrics L
Sometimes uRed sometimes uGreen sometimes uOrange
Yini ngawe?
Yini ngawe?
Madibuseng Madibuseng Madibuseng
Why o iketsa roboto?
Madibuseng
Madibuseng Madibuseng Madibuseng
Why o iketsa roboto?
Madibuseng
Uyangithanda
Uyangizonda
Uyangibamba
Uyangiyeka
Uyangidonsa
Uyangiphusha
Uyangithanda
Awungithandi
Uthe uzolala
Mase uyahamba
Uyangixaka
Uyanginyanya
Kodwa mangihamba
Wena uyakhala
Awungifuni
Uyangifuna
Kungani ung’buzza bese ungiziba mangiku fonela?
(zithini ngawe)
Madibuseng sephenduke i chameleon
Ushintsha njalo (mhh)
Uthando lwethu mele ngabe lilula
Automatic
Why uzenza i manual?
Ushintsha njalo
Madibuseng why uzenza nonchalanti
Uthi uyangizonda but you can not live without me
Ucomplicated dali
Ushintsha imibala i Mandela bridge dali
Khona oluma isinkwa sami kanti zithini ngaye
Waphazamisa umuzi kababa kanti zithini ngaye
Izolo ubuzifela ngami namuhla he awuzishayi ngami
Can’t let you play with me nami angisafuni ngami
Uyangithanda or not?
Decida anginaso isikhathi sokudlala my love
Sekusondele iskhathi sokulala my love
Ngihleli ngiyazibuza ngabe uzongibamba tonight
Kungani ung’buzza bese ungiziba mangiku fonela?
(zithini ngawe)
(zithini ngawe)
Madibuseng Madibuseng Madibuseng
Why o iketsa roboto?
Madibuseng
Madibuseng Madibuseng Madibuseng
Why o iketsa roboto?
Madibuseng
Uyangithanda
Uyangizonda
Uyangibamba
Uyangiyeka
Uyangidonsa
Uyangiphusha
Uyangithanda
Awungithandi
Uthe uzolala
Mase uyahamba
Uyangixaka
Uyanginyanya
Kodwa mangihamba
Wena uyakhala
Awungifuni
Uyangifuna