Shwi Nomtekhala – Ngafa Lyrics

Shwi Nomtekhala – Ngafa Lyrics

Lyrics to Ngafa by Shwi Nomtekhala

Ngafa ngafelu bala, oh ngafelu bala oh yini engabeyini
Bayangitshela lapho engihamba khona, bathi yimi izintombi zami
Ngafa ngafelu bala, oh ngafelu bala oh yini engabeyini
Bayangitshela lapho engihamba khona, bathi yimi izintombi zami

Umangingena esibhedlela mina, ngoyifuna usizo lwempelo yam
bafike bathi baba hamba awunalutho
Umangingene entholampelo mina, ngiyofuna usizwo lwempilo yam
bafike bathi baba hamba awunalutho

aaaaaawww ngomoya wami, aaaaaawwwww ngempilo yami
Aw’ ngitshele Nobuhle bami, wena ngangthandana nawe wangibanqca nabangani bam’
wangtshela, (Babe babili)

Aw’ ngitshele Nomusa wami, wena ngangthandana nawe wangibanqca nabangani bam’
Ngithi khau ngithsele, (Babe bathathu)

Kwakungamelele ukuthi ningi banqce nabantu abaningi
Ngobanani niyazi kulomhlaba kunezifo
kwakumelel nithande mina ngedhwa oh

Kwakungamelele ukuthi ningi banqce nabantu abaningi
Ngobanani niyazi kulomhlaba kunezifo
kwakumelel nithande mina ngedhwa, ngwedhwa

Aw’ ngitshele Sindisiwe wami
wena ngoba ngihlala nawe endlini bangakhi na onngibanqce nabo

Dhali wami, ngicela ukukhuluma iqiniso kuwe dhali x2
Baningi, ngeke ngeke ngibaqedhe x2
Dhali wami, ngicela ukukhuluma iqiniso kuwe dhali

aaaaaaaaah imihlola yini, yimihlola yami yini wangindisiyini
ngikuthembe kangaka , kanti unesandla endlini yami

aaaaaaaaah imihlola yini, yimihlola yami yini wangindisiyini
ngikuthembe kangaka , kanti unesandla

You cannot copy content of this page