Pro Kid- Umfutho Lyrics

Pro Kid- Umfutho Lyrics

Lyrics to Umfutho by Pro Kid

(PRO KID intro)
(VERSE 1)
Chis, chis Chisi irap yamapansula
Uzokuzwa ngaphakathi makarafula
Bathi kputswa bathakathi makakhafula
Ubahlakanise’umhlathi makehlafuna
Indaba k’mele uthathi iskhathi maw’bahafula
Umasingena kwamaparty baya jabula
Sibabona kasi to kasi wen’uhlalu la
Manje so’skaleliskhathi uzenz’ustapura
Siyabonga, asibe nice scele sjaaive sonke
Wena nika mini price sisovava more
Shiya obo boot ten, abakashayi score
yini awusabuyi vele, manje why upake so?
[CHORUS]
noma ungasbheka wena ngeke usenze lutho (X2)
sinobufutho (X3)
(VERSE 2)
Ok awu’ngtshele
Uzo’zela nini ngobangathi bak’thumile?
Wena tshela mina ubonibhari mang’thulile?
Indaba ubseventeen uphethuk’lala thina sivukile
And ngiyazmela mina nkawu la ung’thusu uthukile
Come on naw’uyabona uyaz happen
Nomungabalabal’ uzosala amakwala uthandindaba mahala we affording a sowetan
Socgwala mabalabala s’dlala summer to summer nabantwana abacgwala amachama siyazenzela
Ndaba niyabafa bashana sonqama ngamagama uzolala ukhabakhaba bese siyakdedela
Sispana nabomama baba hama baba naba bayababa uzosalu’cgwala upele pele
Ok asibayekele, thina s’shelele, basdedele, as’kekele, siz’hlekele
Yes, bebathi ngzoboza
manje la ng’hamba khona bathi ngiy’bhoza
aw’nawe woza
Benga nabolova
Amalahla kush’inyama hlokoloza
Yes, bebathi nzoboza
manje la nghamba khona bathi ngiybhoza
aw’nawe woza
Benga nabolova
Amalahla kush’inyama hlokoloza
(CHORUS)
noma ungasbheka wena ngeke usenze lutho (X2)
sinobufutho (X3)
noma ungasbheka wena ngeke usenze lutho (X2)
sinobufutho (X3)
(Brickz)
Uzohlanganami ngqgokamazaza
Uzohlanganami ng’blome namajita bese svula amaboot
Uzothu’uyaphapha bese ng’donsi album
Uzophaphama uvukephansi uthuyabheka bese ngbenge leboot
Ebaba angithi skhule ngendlala
Sokhabakhaba guluva bese thina sithi ushoda kangaki
Zothola abanye bablome’kameleni
Zothola abanye bakwatele mina kanti ngizi’ncebelelile
Esmancedu’ ukuthi ng’dinge negada
Ngabe’ngbemile, ngabengifonela abantwana yo!
And then abanye bathi ubricks uyadakwa
And then abanye bathe mina angnandaba hayi san !
Uzokhumbulu ukuthi ng’fike ngak’dala
And then abanye bakhuluma ngama memorabala yo
And bheka manje ngibabonisa njalo
Brigado no PRO lemilomo siya’vala yo!
(CHORUS)
Noma ungasbheka wena ngeke usenze lutho (X2)
Sinobufutho (X4)
Noma ungasbheka wena ngeke usenze lutho (X2)
sinobufutho (X4)
kunjalo
Tagged

You cannot copy content of this page