Phelelani Vox “UYANGIZWA YINI MAMA?” Lyrics
[verse 1]
Ngih-khumbul’izandla zakho zingithinta
Ungibiza nge-ng’ghane yakho ngisakhula
Eh-busuku ungi’ghona ngikhala
Uthi “ngikhona, ungesabi mntanam”
Namuhla ngikhuluma nesithombe sakho mama
Ngibheh-ka phezulu ngifun’izwi lakho
Umhlaba uyabanda ngaphandle kwakho-
Ngisele nemithandazo yakho…
Hmmmmmm…
[chorus]
Uyangizwa yini mama?
Uma ngikhala ebusuku ngedwa…
Uyangibona yini mama?
Uma ngilwa nemimoya ngedwa…
Uyangizwa yini mama?
Uma ngikhala ebusuku ngedwa…
Uyangibona yini mama?
Uma ngilwa nemimoya ngedwa…
Oh oh oh mama…
[verse 2]
Izinyawo zami zisahamba lapho wangifundisa khona
Izindlela zakho zisekhona eh-nhli-z’yweni yami
Noma kunzima ngeke ngi-hlu-leke no no
Ngizwa amazwi akho ethi “ngiyo-hle-zi nginawe mtanami”
Uma kukhona lapho ukhona khona
Ngilwele mama, ungip’amandla
Ngiseying’ghane yakho noma sengikhulile
(Mama Ngi-seying’ghane yakho…)
Hmmmmmm…
[chorus]
Uyangizwa yini mama?
Uma ngikhala ebusuku ngedwa…
Uyangibona yini mama?
Uma ngilwa nemimoya ngedwa…
Uyangizwa yini mama?
Uma ngikhala ebusuku ngedwa…
Uyangibona yini mama?
Uma ngilwa nemimoya ngedwa…
Oh oh oh mama…