Nobuhle, Kabza De Small, Young Stunna “IZINTABA” Lyrics
[Intro]
Wathi dudlu ntombi ngiyakuthanda
Ngathi ayi webhuti udlala ngami
Wathi ufun’ ukubona abazali
Nami ngavuma
Nami ngavuma
[Verse 1]
Zimane zibe kude
Izintaba ezifihla wena
Oh zimane zibe kude
Izintaba ezifihla wena
[Verse 2]
Oh dali my dululu love
Vel’ulethe izinkomo zikababa ekhaya
Oh dali my dululu love
Vel’ulethe izinkomo zikababa
[Verse 3]
Kikiza ma
Giya webaba
Nami sengithol’umuntu
Uthando lwamanje ngiyalwesaba
Ngiyabonga dali
Ngiyabonga dali
[Verse 4]
Oh dali my dululu love
Vel’ulethe izinkomo zikababa ekhaya
Oh dali my dululu love
Vel’ulethe izinkomo zikababa ekhaya
[Verse 5]
Kikiza ma
Giya webaba
Nami sengithol’umuntu
Uthando lwamanje ngiyalwesaba
Ngiyabonga dali
Ngiyabonga dali
[Verse 6]
Wentombi ayishelwa
Ziyeza ziphelele
Tshela abomalume
Siyofika ngengoma
Bath’Uthando aluthengwa
Kodwa nginama phepha
Ngibon’umndeni esingawenza
Ingakho ngikusondeza
[Verse 7]
Aww wentombi ayishelwa
Iyinsizwa ziphelele
Wakheth’ukuba lana
Wentombi ayishelwa
Ngizizwa ngiphelele
Ingakho ngikuthanda
[Verse 8]
Zimane zibe kude
Izintaba ezifihla wena
Oh zimane zibe kude
Izintaba oh my love
[Verse 9]
Zimane zibe kude
Izintaba ezifihla wena
Oh zimane zibe kude
Izintaba ezifihla wena (Zidilike)
[Verse 10]
Oh dali my dululu love
Ngizoziletha izinkomo zikababa ekhaya
Oh dali my dululu love
Ngizoziletha izinkomo zikababa ekhaya
[Outro]
Kikiza ma
Giya webaba
Nami sengithol’umuntu
Uthando lwamanje ngiyalwesaba
Ngiyabonga dali
Ngiyabonga dali
For more music click HERE