Mzukulu (feat. Zamambo Mkhize & Umfana weKhansela) “THANDOLWETHU” lyrics
Ungayeki ngibambe
Ungisondez’ eduze
Khuluma kimi emadlebeni ami
Ngitshel’ ukuthi uyangithanda
Ungayeki ngibambe
Ungisondez’ eduze
Khuluma kimi emadlebeni ami
Ngitshel’ ukuthi uyangithanda
Ngicel’ ukuzwa ngawe
Angisafuni ukuzw’ omuny’ umuntu
Ngicela amadleb’ ami ahlale kuwe
Ngivele ngizwe ngawe
Thandolwethu
Thandolwethu
Thandolwethu
Thandolwethu
Ngiyak’thanda namuhla nak’sasa (thandolwethu)
Naphakade (thandolwethu)
Naphakade (thandolwethu)
Naphakade (thandolwethu)
Ngiyak’thanda namuhla nak’sasa (thandolwethu)
Naphakade (thandolwethu)
Naphakade (thandolwethu)
Naphakade (thandolwethu)
‘Yabona loluthando ngane yabantu
Lufun’ ukuthi sibambisane
Ukuze nalaba abeza ’em’va kwethu
Bebone ukuthi uthando int’ enhle
‘Yabona loluthando ngane yabantu
Lufun’ ukuthi sibambisane
Ukuze nalaba abeza ’em’va kwethu
Bebone ukuthi uthando int’ enhle
Maw’ngahlala nami, ngihlale nawe themba lami
Akukho okuyosihlupha
Soy’hlalela sobabili njengamajuba
Aw’ themba lami
Maw’ngahlala nami, ngihlale nawe themba lami
Akukho okuyosihlupha
Soy’hlalela sobabili njengamajuba
Aw’ themba lami
Abantwana abasakhulayo
Bavumeleni bebukele kithi
Ngoba umbuso wothando
Ungowami nawe themba lami
Dali, dali, dali, eh
Ehh-ihh-ehh
Ihh-ihh-ehh
Dali, dali, dali, eh (thandolwethu)
Uhh-uh-uh-uh (thandolwethu)
(Thandolwethu)
(Thandolwethu)
Dali, dali, dali eh (thandolwethu)
Uhh-uh-uh-uh (thandolwethu)
Awu ehh (thandolwethu)
(Thandolwethu)
Ngilapha kuwe ngezinhloso ezinhle
Angeke, ngeke ngize ngikulahle
Angeke, ngeke ngize ngiphele kuwe
Ngiyohlala ngikhona
Ngilapha kuwe ngezinhloso ezinhle (thandolwethu)
Angeke, ngeke ngize ngikulahle (thandolwethu)
Angeke, ngeke ngize ngiphele kuwe (thandolwethu)
Ngiyohlala ngikhona (thandolwethu)
(Thandolwethu)
(Thandolwethu)
(Thandolwethu)
(Thandolwethu)
Credits
PERFORMING ARTISTS
Dumisani Sfanele Zulu
Vocals
Umfana Wekhansela
Performer
Zamambo Mkhize
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Dumisani Sfanele Zulu
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
BAQAZILE ENTERTAINMENT
Producer