Mlindo The Vocalist “USUKULUDE” Lyrics
[Verse 1]
Usukulude lude singalwanga
Usukulude lude singalwanga
Njalo amacala amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala amacala uwelele
Lude singalwanga
Ngahlangana nebhodw’emnyango
Ngizula beng’vika amanzi abilayo
Mina ne towulo emanzi siyazwana kulamalanga
Angazi sibangani mntan’omuntu
Mina ngiyayisebenzel’iyingane zilala zidlile kodwa
Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam
Uma ngiwushiya lomhlaba
Ngimelwa yinhliziyo ungakhali
Ngibulawe nguwe
[Verse 2]
Usukulude lude singalwanga
Usukulude lude singalwanga
Njalo amacala amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala amacala uwelele
Lude singalwanga
Noba kunzima noba kulukhuni bo
Hayi ngoba ngiyak’thanda mina ngizohlala nawe
Noba kunzima noba kulukhuni bo
Ngoba ngiyak’thanda mina ngizohlala nawe
[Verse 3]
Mina ngiyayisebenzel’iyingane zilala zidlile kodwa
Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam
Uma ngiwushiya lomhlaba
Ngimelwa yinhliziyo ungakhali
Ngibulawe nguwe
[Verse 4]
Usukulude lude singalwanga
Usukulude lude singalwanga
Njalo amacala amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala amacala uwelele
Lude singalwanga
Noma kunzima (Hayi we)
Noma kulukhuni (Hayi we)
Ngoba ngiyak’thanda (Ng’zobambelela mama)

For more music click HERE