MIRRIAM LEKENA – IMVELAPHI LYRICS
IMVELAPHI LYRICS
NDINGABA NEGUGU NGOBOMI BAMI KANJANI
KODWA NDINGAZAZI
IMVELAPHI YAMI
NDIVAMIS’ UKUVA BESITHI UBABA WAMI
NGUBABA ENDODANA KWELINY’ ILIZWE
KONKE ENDIKUFUNAYO BUBUDLELWANE
NO NKULUNKULU
NGOBA NGUYE KUPHELA
OYINDLELA NEQINISO
[CHORUS]
IQINISO ALIKHO KULOMHLABA ESIPHILA KUWO
KONKE ENDIKUFUNAYO
BUBUDLELWANE NONKULUNKULU
SITHI SHWELE (SHWELE)
SHWELE BABA (SHWELE)
SHWELE NKOSI
[SPEECH]
IMVELAPHI YOMUNTU KUYILIPHUPHO
LAZO ZONKE IINGANI UKUKHULISWA
NGABAZALI ABABILI, NGISHO KANJE
NGOBA UTHANDO LWABAZALI ALIFANI
UTHANDO LUKA MAMA LOHLUKILE
KUTHANDO LUKA BABA
FUTHI OLUKA BABA
LOHLUKILE KULOLU’LUKA MAMA
NOMA UNGABA NOMAMA
ISIKHALA SIKA BABA, SOHLEZI SIKHONA
NGOBA IQHAZA ABALIBAMBAYO
EKUKHULISENI INGANI SOZE LIFANE
YIZE KUNJALO MTO’MUTSHA
IKUSASA LAKHO LIZITHWELE
NGEMPUMELELO YAKHO, OKUSE
MQOKA KUKUZIPHATHA KAHLE
UHLONIPHE, NGOKUZIMISELA
USEBENZE, NGEYAKO IMPILO
INTLOSO UYIFEZE
KONKE ENGIKUFUNAYO
BUBUDLELWANE NONKULUNKULU
NGOBA NGUYE KUPHELA
OYINDLELA NEQINISO