Malaika- Mhla’uphel’amandla Lyrics

Malaika- Mhla’uphel’amandla Lyrics

Lyrics to Mhla’uphel’amandla by Malaika

Oh oh

  Oh wangiphoq’udali wami
  Oh wangishiya usweety wami
  Ngenqa yekuthi aw seyiphelile  imali yami
  Oh oh
  Wang’biza wang’biza wang’biza
  Ngamagama
  Wangitjela kuthi sengithole abancono
  Chorus 2x
  Dali wam’
  Wangibuka wanginyanya
  Uzong’khumbula
  Mhla’uphel’amandla
  Hha ngithi phel’amandla (phel’amandla)
  Ngithi aphel’amandla
  Uzong’khumbula
  Mhla’uphel’amandla
  Waphuma wahamba wathi ngiye Goli
  Wangibekisela phansi westhandwa sam
  Wakhuluma kabi ngom’khukhu wami ma
  Ikhaya lethu khaya lethu webabo
  Aw’khohlwa sthandwa
  Let me finish
  Uye wangishiya nengane zethu
  He wayokhulisa he wayokhulisa
  umunye umuzi weny’idoda
  Repeat Chorus
Tagged

You cannot copy content of this page