Sjava – Umphako lyrics

Sjava – Umphako lyrics

[Chorus]
NgineConfession
Ngicel uk’confess(a) (X3)

Yazi ngyasaba ukuk’thanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way
Ngikuthanda ngakhona
Ngyasaba ukukthanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way
Ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na?
Yavakasha na? Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho, Nginendawo na?
Nginekhaya na? Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza ,Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na? Yavakasha na?
Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho Nginendawo na?
Nginekhaya na? Ngingalala na?
Malingishonel’ilanga

[verse 1]
Ukufihl’ ak’sizi ngcono ngvele ngiphumele obala
Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo
Ngyavuma angiphiki
Ukuthi uyangithanda
Inkinga abukho ubufakazi
Izenzo azisasho lutho
Nokuthi I love you sekwaba yinto elula
Elula usungayisho nanoma kubani
AyisenaValue. Uthando lwamanga
Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo
Hlampe wisigebengu
Ngixolele, ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Ngixolele, ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Wemntanomuntu

You cannot copy content of this page