Sjava – Umama Lyrics

Sjava – Umama Lyrics

Umama
Sjava
Khumbul’ uMa
Aksavum
Ang’sakhoni ngikhumbul’uma
Ngith’ ak’savumi ng’khumbul’ uma
Sebeth’ indoda endala kangaka
Ikhalel’ umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understande
Uyajabula mang’fika athi Ushembe uyaphila
Kulengozi zom’gwaqo mtanani
Ng’yajabula ufike usaphila
Beka iy’khwama ke emsam
Landi impepho kagogo erounden
Ng’phahle ngikhulume nabadala
Ng’batshele usemagcekeni
Invul’iyana emakhaya

Ses’phelile amakhaza
Mawubuy’ eGoli, cel’ ung’phathel’ iheater ngoba ngempela uzong’gcwaba
Yaz uma avunamahlaya,
ngeke ushone ng’sakuthanda
Kuyoba is’busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang’shada
Ngob’ uyokwazi thi ukung’bonisa
Masezing’buyela ngith’ emshadweni
Ngoba uyokwazi uth’ ukung’duduza
Masezi ng’buyela ng’thi emshadweni
Ang’sakhoni, ang’sakhoni, ang’sakhoni
Ngikhumbul’ uma
Thi ang’sakhoni, ang’sakhoni, ang’sakhoni
Ngikhumbul’ uma
Sebeth’ indoda endala kangaka
Ikhalel’ umawayo

Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understande
Into eng’ythanda ngekhaya,
Ukuthi ekhaya ak’ngenwa ngemali
Noma ng’ngasebenzi
Umama ung’thanda ngenkani
Noma umhlaba ungang’shaya
Uzong’thulisa athi mtanami ungakhali
Ubukek’ ukhathele awuthi ngiland’ ukudla baba hlalaphansi
Ang’sakhoni, ang’sakhoni, ang’sakhoni
Ngikhumbul’ uma
Sebeth’ indoda endala kangaka
Ikhalel’ umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
Tha bafwethi ngeke ni-understande

You cannot copy content of this page