Sjava – Dali Lyrics

Sjava – Dali Lyrics

Lyrics For Dali By Sjava

Mina ungethul’umthwalo x2

[Verse 1]

uthando lwami bengikunika lona

bekungelakho wedwa emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye
bengith’uyithemba lami ngoba k’sasa lami bengilibona kuwe.
bengithi sohlukaniswa ukufa nawe kanti lutho
bengithi uzongivikel’etheni zami kanti ngobulawa nguwe
Sekusobala kuthi konke wakusho ngami okuhle you never meant it
ngiyisilima yaz ngoba every time you told me that you loved me I believed it

Kodwa inhliziyo yami
iyafun’ukukxolela inqondo angeke ivume
ngibuz’ukuthi

Ngabe yini lengaga yini lengaga akunika yona, ungayitholi kimi
ngabe yini lengaga yini lengaga akunika yona nginganayo mina

[Chorus]

Awu… Dali
Dali sthandwa sami
Awu dali dali sthandwa sami
kanti yini ungenza nje kanje kanjena
kanti yini ungenza nje kanje kanjena

[Verse 2]
Kuningi engikufuna kuwe bengikufuna kuwe
mina into elula engekho ingkinga Dali
Kunye ukuthi uthando lwethu lube
injabulo inyembezi ngabi into eseduze
bengikuthemba ngempilo yami
manje ngikhala kuze kuse
akekho ozongiduduza
ngathi ngavele ngiduke

kodwa inhliziyo yami iyafuna ukukuxolela
ingqondo angeke ivume…

iBuza Ukhuthi
Yini lengaga yini lengaga akunika yona, ungayitholi kimi
ngabe yini lengaga yini lengaga akunika yona nginganayo mina

[Chorus]

Awu… Dali
Dali sthandwa sami
Awu dali dali sthandwa sami
kanti yini ungenza nje kanje kanjena
kanti yini ungenza nje kanje kanjena

[Bridge]

mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe
ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
ngakuthanda bethi soke’sbone
ngakuthanda baby x2

You cannot copy content of this page