Sjava – confession lyrics

Sjava – confession lyrics

BimbaToggle navigation
Confession
Artist:  Sjava

Album:  Umphako EP

3,425 views
NgineConfession
Ngicel uk’confessor
NgineConfession
Ngicel uk’confessor
NgineConfession
Ngicel uk’confessor

Yazi ngyasaba ukuk’thanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona
ngyasaba ukukthanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na?
Yavakasha na?
Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho
Nginendawo na
Nginekhaya na?
Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na?
Yavakasha na?
Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho
Nginendawo na
Nginekhaya na?
Ngingalala na?
Malingishonele ilanga

Ukufihl’ ak’sizi ngcono ngvele ngiphumele obala
Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo
Ngyavuma angiphiki
Ukuthi uyangithanda
Inkinga abukho ubufakazi
Izenzo azisasho lutho
Nokuthi I love you
Sekwaba yinto elula
Elula usungayisho nanoma kubani
AyisenaValue
Uthando lwamanga
Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo
Hlampe wisigebengu

Ngixolele
Ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Ngixolele
Ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Wemntanomuntu

NgineConfession
Ngicel uk’confessor
NgineConfession
Ngicel uk’confessor

Yazi ngyasaba ukukthanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona
ngyasaba ukukthanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na?
Yavakasha na?
Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho
Nginendawo na
Nginekhaya na?
Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na?
Yavakasha na?
Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho
Nginendawo na
Nginekhaya na?
Ngingalala na?
Malingishonele ilanga

Ngob umuhle unakho konke
Awshodi ngalutho
Lapho osuka khona
Konakalaphi?
You too good to be true
Ngabe khona engakwazi yini?
Makukhona, cela ukhulume manje
Ksaseneskhathi
Kumele ungithembise ukuthi mangivuma Lana
Ksasa ngek’ ungijikele
Umzimba uright
Konke kuright
Inhliziyo Yami iyo kuphela ekhathel’
kmele ngihlale ngphapheme

Ngixolele
Ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Ngixolele
Ngixolele
Nami kumele ngiy’vikele
Wemntanomuntu

NgineConfession
Ngicel uk’confessor
NgineConfession
Ngicel uk’confessor

Yazi ngyasaba ukukthanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona
ngyasaba ukukthanda
Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way ngikuthanda ngakhona

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na?
Yavakasha na?
Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho
Nginendawo na
Nginekhaya na?
Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza
Mawlele uyangphupha na?
Uyangbona na?
Yavakasha na?
Emaphushweni akho
Enhlizizweni yakho
Nginendawo na
Nginekhaya na?
Ngingalala na?
Malingishonele ilanga

You cannot copy content of this page