Cover art for Omega Circle – Ngembathe Lyrics

Ngembathe Lyrics

AlbumSpirit Lift Me Released2026 Views9

Lyrics For Ngembathe By Omega Circle

Ngembathe Sthunywa sakho
Ngembathe Baba wami
Noma izintaba ziphakama
Noma umoya uvunguza

Ngembathe ngembathe
Ngezandla zomusa wakho
Ngembathe ngembathe
Ngothando olungapheliyo

Noma kwenyuka Baba
Le ndlela iba nzima
Noma amathunzi amnyama
Ehla phezu kwami

Ngiyazi awungishiyi
Ngiyazi useduze
Ngoba wena unguBaba
Ongilwelayo

Ngembathe ngembathe
Ngaphansi kwamaphiko akho
Ngembathe ngembathe
Ngize ngibone ukukhanya

Ngembathe ngembathe
Uma ubusuku bude
Ngembathe ngembathe
Ngoba kuwe ngiphephile

Lapho izinyembezi zehla
Lapho inhliziyo ikhala
Ngizwa izwi lakho lithi
Ungesabi nginawe

Noma amathunzi amnyama
Efuna ukungimboza
Ukukhanya kwakho Baba
Kuyohlala kukhanya

Ngembathe ngothando
Ngembathe ngomusa
Ngembathe ngamandla akho
Ngihambe ngingesabi

Ngembathe Sthunywa sakho
Ngembathe Nkosi yami
Ngembathe Baba wami (Oh Lord Cover Me)
Ngembathe ngembathe

Noma kwenyuka Baba
Kulamathunzi amnyama
Ngembathe ngembathe

Ngembathe ngembathe
Ngaphansi kwamaphiko akho (Cover Me )
Ngembathe ngembathe
Ngize ngibone ukukhanya

Ngoba kuwe ngiphephile (Oh Jesus)
Ngoba kuwe ngiphephile (Only You)
Ngembathe ngembathe
Cover me Lord
Lord Cover Me

Submit lyrics

Send us the lyrics. Every submission is reviewed before it goes live.

JPG, PNG or WebP, up to 3 MB.