Mafikizolo ft. Sjava – 10K lyrics

Mafikizolo ft. Sjava – 10K lyrics

[Chorus: Nhlanhla]

Uthando lwakho lungishaya ten thousand

Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

Uthando lwakho lungishaya ten thousand

Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

 

[Verse 1: Nhlanhla]

Oh giya mizwa yami (Giya, giya)

Kukhala umzwilili enhlizweni

Giya mizwa yami (Giya, giya)

Oh ngithi giya mizwa yami weh (Giya weh)

Oh giya mizwa yami (Giya, giya)

Kukhala umzwilili enhlizweni (Giya weh)

Oh giya mizwa yami (Giya, giya)

Oh ngithi giya mizwa yami weh (Giya weh)

Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza

Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba

Kusukela ek’qaleni wena wangi chaza

Wavele waduka nami (Waduka nami)

Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza

Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba

Kusukela ek’qaleni wena wangi chaza

Wavele waduka nami (Waduka nami)

 

[Chorus: Nhlanhla, Nhlanhla & Sjava, Sjava]

Uthando lwakho lungishaya ten thousand (Shaya ten thousand)

Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe (Hay’ ngiyafa ngawe)

Uthando lwakho lungishaya ten thousand (Hay’ lungishaya 10K)

Ubusuku ne mini (Yeah yeah, yeah yeah) ngiyafa ngawe (Hay’ angiyazi intw’nje)

 

[Verse 2: Sjava]

Uthando lwakho dali, hay’ lungishaya 10k

Mangik’buka dali, ngigeza mehlo hay’ ngik’buka 5k

Queen meets King, then the puppy love thing Andre 3k

You special uyi 38, uyintanga yami hay’ angiz’shayi ngama 2k

Intw’ engiyithanda ngawe, ukuthi uyazaz’ ufunani

Hay’ awuhambi nomoya, hay’ awududwa abangani

Mang’nawe k’gidi nhliziyo, ngicela ningalikhiphi ledliso

Zishebo zomfino nombhido, mawungithinta kukhuphuki libido

Ngigudl’ oShuku, ngi cross i-border

Ngiye Swatini ngiyolobola

Masezuw’shaya k’yogqoz’ imfene, hay’ umthakath’ uyozonda

MaDlamini jama kaSjadu, zizi elimnyama ney’ nkomo zalo

Buhl’ obunje, buhle bendalo

Wah wah wah, Sobhuza somhlola

 

[Chorus: Nhlanhla, Sjava]

Uthando lwakho (Uthando lwakho) lungishaya ten thousand (Lungishaya ten thousand)

Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe (Hay’ mina ngiyafa ngawe)

Uthando lwakho lungishaya ten thousand (Lungishaya ten thousand)

Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe (Hay’ ngiyafa ngawe)

 

[Verse 3: Theo]

Angwabolekanga mehlo mina ngazalwa nawo

Ingakho ngikwazi ukuyibona

Imbali eqhakazile emhlabeni

Angwabolekanga mehlo mina ngazalwa nawo

Ingakho ngikwazi ukuyibona

Imbali eqhakazile emhlabeni

Ngizokutotosa (Owami wena)

Ngzok’phatha okweqanda ng’zokutotosa (Owami wena)

Uyayitoboza (Owami wena)

Nhliziy’ igxuma okwentothoviyane (Owami wena)

 

[Chorus: Nhlanhla]

Uthando lwakho lungishaya ten thousand

Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

Uthando lwakho lungishaya ten thousand

Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

You cannot copy content of this page