Lasauce – Emafini Lyrics

Lasauce – Emafini Lyrics

Lyrics For Emafini By Lasauce

Sthandwa anginawo aminingi
Injabulo yakho igcwele kimi
Inhliziyo yami ingaba yini?
Uthando lungbeka emafini
Oh love wanelisa imizwa yami
Oh love wena ulithemba lami
Oh love wanelisa imizwa yami
Oh love wena ulithemba lami
Baby
Mfundumalo yami yasebusika
Umoya wami uhlalu-happy
Uwena wedwa ongokhethekile
Baby baby
Mfundumalo yami yasebusika
Umoya wami uhlalu-happy
Uwena wedwa ongokhethekile
Sthandwa anginawo aminingi
Injabulo yakho igcwele kimi
Inhliziyo yami ingaba yini
Uthando lungbeka emafini
Baby noma, inini uhlele wazi unekhaya lakimi
Noma ungenami, imizwa yami iyakhubiza
Ithi sondela, baby ngithi sondela la kimi
Ngithi sondela, baby ngithi sondela lakimi
Baby
Mfundumalo yami yasebusika
Umoya wami uhlalu-happy
Uwena wedwa ongokhethekile
Baby baby
Mfundumalo yami yasebusika
Umoya wami uhlalu-happy
Uwena wedwa ongokhethekil
Sthandwa anginawo aminingi
Injabulo yakho igcwele kimi
Inhliziyo yami ingaba yini?
Uthando lungbeka emafini
Sthandwa anginawo aminingi
Injabulo yakho igcwele kimi
Inhliziyo yami ingaba yini?
Uthando lungbeka emafini
Noma ungenami babe

You cannot copy content of this page