Kelly Khumalo – Uzoma Lyrics

Kelly Khumalo – Uzoma Lyrics

[Verse 1: Kelly Khumalo]
Ngivuk’ ek’seni kugcwel’ izindaba ngami
Ngivuk’ ek’seni kugcwel’ amaphepha, ah
Ngivuk’ ek’seni k’shiwo lokhu nalokhu ngami
Ngivuk’ ek’seni, oh k’khulunywa ngami, why?

[Chorus: Kelly Khumalo]
Ngathi kukhona ohlal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa, noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah

 

[Verse 2: Mondli Ngcobo]
Mdali ngath’ usungethemba kakhulu nawe
Hlal’ ungivikele nezingilosi eziyinkulungwane
Khumbula indonsa yakuphoxa
Kodwa mina ngeke ngakuphoxa

[Chorus: Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo & Mondli Ngcobo]
Ngathi kukhona (Ngathi kukhona) olal’ ebheja ngami (Hlal’efun’uthando lwami)
Ethi noma engahlushwa, noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah
Ngathi kukhona olal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa (Ethi noma engahlushwa), noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah

[Chorus: Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo]
Ngathi kukhona olal’ ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa, noma engalingwa
Kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah

You cannot copy content of this page