Duncan – Sthandwa Sam Sak’dala Lyrics

Duncan  – Sthandwa Sam Sak’dala Lyrics

Lyrics For Sthandwa Sam Sak’dala Ft Thee Legacy

Intro ]
Uke wabona mfethu , uthandane nomuntu mfetho , aknike uthando, kodwa wena udlale ngalo mfethu ,ungamnaki , until aze a give up(e) ku wena , athandane nomunye Umuntu ,le bhari ivele imenzele yonke izinto okade unga zenzi , mase boom! Usuya realize(a) kuthi yoh! Mfethu , lengane ngiyay’thanda

Chorus : Thee Legacy]

Ngyamthanda lo ( owami lo )
Mmm…. Mina ngyamthanda lo ( owami lo..)
Ho!… Ngyamthanda lo
Mmm. Minaa ngyamthanda lo , mm
Ngyamthanda lona , ho mina ngyamthanda lona , hey… Mina ngyamthanda lona , Ntliziyo Yami! ( Nci Nci bo)
Yakhaaalaaa ngawe wena! Yey wena
Weh!haaa..here yakhala , yakhala , yakhala , yakhala bo , weeela kim… Wela wela wela wela we … Wela we sthandwa Sam

Verse]

Skuva
Ngyak’thanda wang’thanda wena Sthandwa Wang’funisa uk’thanda
Bewung’thakazelela mak’bheda ungiphe I spirit mang’ khathala ung’tshele ukutsi kuzolunga ngisebunzimeni ung’khuthaza way phakela uthando entliziyo wayi khipa kulamakhaza noma ngi’qhuzuka endleleni wawulula isandla , ubung’bamba , Nga cheater wang’bamba , Nga cheater futsi , still wang’thanda , bak’hleka wakhala , bak’hleka ngicabanga inhlungu engizenze kuwe phu! Kodwa bengiy’ ntwana beng’ bhayiza bengenziwa uk’khula , abo achuz bang’khuza bathi skuva lona uzom looser kodwa nginga’nendaba ngingalaleli beng’libele uk’phuza nam’hlanje ng’yak’ looser entliziyo ib’hlungu ngatsi ng’yaphupha nam’hlanje uyashada nenye I outie nothing I might do lempilo imuncu manje ngatsi ngidla umdoko onolamula I vaar ngizok’ khumbula and ukuk’khohlwa ngeke kube lula ngang’shiye mvulen ungene umbrella wagcina Umuntu

Chorus]
Ngyamthanda lo ( owami lo )
Mmm…. Mina ngyamthanda lo ( owami lo..)
Ho!… Ngyamthanda lo
Mmm. Minaa ngyamthanda lo , mm
Ngyamthanda lona , ho mina ngyamthanda lona , hey… Mina ngyamthanda lona , Ntliziyo Yami! ( Nci Nci bo)
Yakhaaalaaa ngawe wena! Yey wena
Weh!haaa..here yakhala , yakhala , yakhala , yakhala bo , weeela kim… Wela wela wela wela we … Wela we sthandwa Sam

Verse 2]

Wena wang’thanda ngingena Mali ngingena Kari , ngi ngenayo ne plan wang’thanda ungane ndaba ukuthi nabonana bathin ngam wang’thanda noma bek’hlohla abangani bathi gaba lomfana , phata njenge mbali wang’ chelela nga chakaza wang’ phathis okwe qanda wang’ phathis okosana , wang’phathis okwe Mali ephakethen ngafudumala bengiy’ washin engcolile wang’fak insipho wang’hlamba ng’yavuma ngisoni ngonile wentombi Ngina mahloni , ngiswela nowoku casha umgodi
Bengfisa ukuthi I’m sorry
Ngiswele nowokucasha umgodi
Nginfisela impilo emtoti
Ninomkhwenyana wemakoti nginiph ibusiso zam ngomshado wenu
Kugcwele umkhosi
Ngayi hurta lengcosi
Yagcina ing’blocka ku telephone
Indaba yam nawe , sekwi’ coscos
Sekwi’ coscos
Mas’hlangana ngiz’fihla nge’spontshi
Amahloni
Mkhosi
Please we’nomkhosi
Bengicela entlizyo iphole bo
Ngisak’thanda kakhlulu lengoma uboy’dlala
Uy’phinde sho

Chorus]

Ng’yam thanda lo (owami lo)
Hho.. mina ngyamthanda lona ( owami lo )
O mina ngyamthanda lona ( owami lo )
Eh… Ngyamthanda lo! (Owami lo ) ×2

Ho! Inhliziyo Yami ! ( Nci Nci bo )
Yakhaaaaaaala ngawe wena ! ( Nci nci bo )
Yey wena westhandwa sam ( Nci nci bo )
Yey wena muntuza wan ( nci nci nci )
Yakhaaaaaaala!
Aaaaaah yay ya ya yah
Yakhaaaaaaala yathu ngci ngci ngci ngci ngci ngci ngci bo!

You cannot copy content of this page