Dumi Masilela – Ungasabi Lyrics

Lyrics for Ungasabi by Dumi Masilela

Amehlo bengawaboni,
Ubuhle eduze kwami
Ngihamba ngiduka ngithanda owakho umngani
Seyimide iminyaka ukuthi ngibeke indaba
Nawe ngiyazi ukuthi ugcwele ukusaba
Bamba isandla sami wena mngani wami

Thatha naluthando izeduze kwami
Gijima, baleka uthando lusibonis’ indlela, ungasabi x4
I wanna tell the world about you
Let’s give love a try
Nom’ kunzima we will be alright

Seyimide iminyaka ukuthi ng’beke indaba
Nawe ngiyazi ukuthi ugcwele ukusaba
Bamba isandla sam wena mngani wam
Thatha naluthando izeduze kwam’
Gijima baleka, uthando lus’bonisa indlela x 8

Lyrics by Andiswa innocentia Madondo

Read previous post:
LaSauce – Ncese lyrics
LaSauce – Ncese lyrics

Lyrics For Ncese  By LaSauce Anginawo Ngiyahlala Ncese bambo lwam' Ncese thando lwam' Angekhe ozoba nawe Uma ngingakutholi Anginawo Ngiyahlala...

Close