Dj Vox – Wajika Lyrics

Dj Vox – Wajika Lyrics

Lyrics For Wajika By Dj Vox Ft Madrops

Hook:
Umunt Uyajika,
Umunt umalal’ephenduka,
Isondo L’yajikajika,
Nomhlab’uyajikajika,
Nawe, Wajika. [×2]

uMbali, (wajika)
uZama, (wajika)
uDali, (wajika)
uMngani (wajika)
uMndeni (wajika)
Aw’ mina ngthande bani?
Aw’ mina ngthembe bani?
Angsazi ngenze njani. [×2]

Verse:
Nkosi Bamb’isandla sam,
Umkhuleko wam,
Nal’ usizi lwam,
Izw’ uk’khala kwam,
Iy’nyembezi zami,
Uk’hlupheka kwami,
Nguwe ithemba lami,
Ngik’nika konk’okwami

uMbali, uZama,
uDali, uMngani,
uMndeni,
Aw’ mina ngthande bani?
Aw’ mina ngthembe bani?
Angsazi ngenze njani. [×2]

Hook:
Umunt Uyajika,
Umunt umalal’ephenduka,
Isondo L’yajikajika,
Nomhlab’uyajikajika,
Nawe, Wajika. [×2]

uMbali, (wajika)
uZama, (wajika)
uDali, (wajika)
uMngani (wajika)
uMndeni (wajika)
Aw’ mina ngthande bani?
Aw’ mina ngthembe bani?
Angsazi ngenze njani. [×2]

You cannot copy content of this page