Blaq Diamond – ung’bulalelani Lyrics

Blaq Diamond – ung’bulalelani Lyrics

Lyrics For Ung’bulalelani By Blaq Diamond

Intro: Danya]
Wemfwethu ungibulalelani?
Dadewethu ehh ungibulalelani?
Sihlobo sami ungibulalelani?
Ngithi ungibulalelani?
Awu ungibulalelani?
Ngithi ungibulalelani?
Awu ungibulalelani?

[Chorus: Danya]
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye aaah

[Verse 1: Ndu Brown]
Inzondo, imoya emibi ingigqiba ingifaka ekhoneni
Impumelelo yami eyenza nihlale emoneni
Ingane yabantu ayikwazi nanokuphas’ eCollege
Inkinga inkinga bayicimel’ iknowledge
Ngizama ukwakha nina nifika niyadiliza
Anazi ukunyuka kwami nani nizo benefit(a)
Lengxabano yethu yazi iyangikhalisa
Kuthiw’ abazukulu sebemphoxil’ umagriza
Yazi ngeliny’ ilanga nami ngiyafisa
Ukuthi sihlale sibambisane ukuze siwa achieve
Ngisho isizukulwane naso singasifundisa
Ukuthi masthandana isbongo singasiphakamisa

[Chorus: Danya]
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye

[Verse 2: Ndu Brown]
Inzondo iyon’ imbangela eyachith’ igazi
USiphiwe bewumjita ohlanganis’ iplani
Bathi uzenza ngcono ngoba uthand’ ispani
Laba banye izinto zabo ngathi azihlangani
Lashabalal’ isosha kwakhal’ abazali
Angiphath’ iyingane ngazi zona zizodlani
Ngazi uthini unembeza ngaphakathi
Bathath’ iqhawe ebelilisukumel’ ikasi
Wo webafwethu, wo dadewethu
Wendl’ emnyama nakhu sibulalana sodwa
Asibambaneni
Masithandaneni
Ubobekezela imin’ iyeza nakuwe

[Chorus: Danya]
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye ay

[Outro: Ndu Brown]
Woo ooh
Webafwethu ningibulalelani?
Ngoba ngithi ngizamela thina
Webafwethu ningibulalelani?
Woo ooh
Webafwethu ningibulalelani?
Ngoba ngithi ngizamela thina
Webafwethu ningibulalelani?

You cannot copy content of this page