Big Zulu – Ak’laleki Lyrics

Big Zulu – Ak’laleki Lyrics

Udlunwe Nkabi

Ayi mfana akoyoma kowabo impela manje asidlali ney’ngane

Nx ayi suka Kwesta

Bathi yaz mama ak’laleki mangine mali ak’laleki

Uyaz’ mama ang’bambeki manginemali ang’bambeki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’laleki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’hambeki 87 siginqi sondo kusano k’duma iCaracara

Kushi iStoep emakasana inkabi zigova isphakaphaka

Amaphepha angena eze eyiqede yonke indabandaba

Kush’ ugodoba sphethe ingudu silokho sidlala iNkalakatha

Amabili abandayo inkabi ayizondi thina aboKhuzwayo

Yithina abaphuzwayo dedela igazi ungi’thintele ok’funayo

Ngik’tholele ok’shunqayo noma ok’phuzwayo yi wine le nukayo

Mangingena ubo sabela ngphuz ibhodlela elibizayo

Ak’laleki maunemali shwele mama ang’thandeki mang’ngabhlabi

Ang’phampeki mak’ngenani

Ngizwe mama ang’phatheki mang’ngayphathi

Ak’jaiveki mang’ngaydali

Ebantwaneni ang’bukeki mang’ngaykhami

Ng’bulala u Van Damme, kusho

Umsindo ak’laleki maunemali

Spheth’ amachankura mama senga jabula

Ng’bize u money spender for the night usengang’ lawula

Ngik’tholele okok’qabula, yini sew’yazamula

Kubuhlungu intliziyo yaz senga phola maungang’qabula

Bathi yaz mama ak’laleki mangine mali ak’laleki

Uyaz mama ang’bambeki manginemali ang’bambeki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’laleki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’hambeki

Umsebenzi ungfakela uk’shisa

Sengze late for itaxi yokugcina

Ngfike ighetto ng’bhele amajita Squbul’ icrate sibambe amabhiya

Sibize ama pentshis’ nawo azos’ siza

Ushintsh’ aw’theshi s’pheth’ amaclipa

Kukhish’ ama kepisi khanda liya sinda

Ozenza sexy uthelwa nge spinza

Yith laba beze bapeth ushit la

Yinkalabez eybeke istin’ la Sireyi imaxi taxi yemjiva

Bese kuwi phenti estrip club mpintshi yam

Bheka amajet endiza zinja zipheth iy’dakamizwa

Mauth uyabheka umbhede yangbhiza kodwa ak’laleki ngizow’ shaya ngomzimba

Bath yaz mama ak’laleki mangine mali ak’laleki

Uyaz mama ang’bambeki manginemali ang’bambeki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’laleki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’hambeki

Ayi zofika ngo doti ngath aniboni bafana intsimbi ayigobi

Ngthin ntsini ayingoni, ngyab’hlaba la bantwana ibhiya ayiboli

Ithini intombi ayiqomi dedela ublood mama sityi ubomi

Sengphathis umlungu isangoma samshaya ama yellowbone

Amabhiya angenile nthatha kusa sihamba ngamabonda siphula amabhodlela

Othand’ uk’buka siphuma ngama corner

Siy’nkabi zakhona amaTycoon siphila namabhoza

Sishiya kumanz phantsi woza sik’thele ungabulawa ukoma Izwa le ngoma

“Oh babe ongbona, buka le ndoda aw’bheke iyanghlola” phuza amadoda kodwa ntombi uzong’qoma

Caster Semenya ngathi ufana nendoda

Siphume kanje ayi bhuti uzontshontsha

Kphela amabhiya kohlwa bhuti ng’zoy khona

Buka amavinqa kodwa mfana uzo founa

Thenge nebhiya kodwa ufuna siyo jola

Bath yaz mama ak’laleki mangine mali ak’laleki

Uyaz mama ang’bambeki manginemali ang’bambeki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’laleki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’hambeki

Bath yaz mama ak’laleki mangine mali ak’laleki

Uyaz mama ang’bambeki manginemali ang’bambeki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’laleki

Amabini amathathu mudle mali yakhe ak’hambeki

You cannot copy content of this page