Aubrey Qwana – Ngicel`Ubuye Lyrics

Lyrics For Ngicel`Ubuye By Aubrey Qwana

Ooh ngik`zamile konke

Ngashis`impempho akulungi

Ngyathandaz`akulungi

Umama wami wathi

Wena uzongikhumbula

Umusuhleli eboshi uwedwa

Wonke lamagama akho (eheee)

Manje ayangibuyela

 

Ingakho bengicela ubuyeee

Bengicela ubuye

Uzongikhanyisela indlela yami

Ingakho bengicela ubuyeee

Bengicela ubuye

Uzongilungisela indlela yami

 

Ngikuphoxile ngyazi

Ngikuhethile ngyazi

Ngalukhu ngalaleli

(ngingalaleli)

Wena ukudelile kooonke

Impilweni yakho

Uzamela mina ikusasa

Uzamela mina impilo encooono

 

Mama wami you are my idol

Ofana nawe akaze ngamubona

Mama wami you are my idol

Ofana nawe akaze ngamthola

Nasebusuku akulaleki

Ngikhumbula amazwi akho

Ngikhumbula imiyalelo yakho

Ohh ngyakucela nkosi

Buyis`umama

Ingakho bengicela ubuyeee

Bengicela ubuye

Uzongikhanyisela indlela lami

Ingakho bengicela ubuyeee

Bengicela ubuye

Uzongilungisile Indlela lami

 

Umama wami wathi

Wena uzongikhumbula

Umusuhleli eboshi uwedwa

Wonke lamagama akho (eheee)

Manje ayangibuyela

Ingakho bengicela ubuyeee

Bengicela ubuye

Uzongikhanyisela indlela lami

Ingakho bengicela ubuyeee

Bengicela ubuye

Uzongilungisile Indlela lami

 

 

Read previous post:
Mambo Dhuterere – Wehumambo Nditarire Lyrics

Lyrics For Wehumambo Nditarire By Mambo Dhuterere Ft Mathias Mhere Wehumambo nditarire wehumambo nditarire kuneshongwe yegore Jehovha Jaire nditarire  ...

Close