Lyrics: Scelo Gowane – Uma Esehamba Lyrics

Lyrics to Uma Esehamba by Scelo Gowane

Wee mangwelele we
Aken’ khulumeni madoda (mmh)
sihleli njengamadoda (silalele!)
Kwenziwa yin ukuth umunt’ wesfazane enzint’ enjen
Aken’ laleleni madoda (mmh)
inkanana lena madoda (silalele!)
Ngihleli nomuntu kodwa ng’yabona ukuthi mina ngaliwe
Hhey akasang’thathi notice
futh ang’sawazi no kiss
Ng’yabona usey’tholele ishende
futh sekuy’skhath’ eside

Uke wambona umuntu may’sefun uk’hamba
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee
Uke wabona umuntu may’sefun uk’hamba
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee
Ucikeka manje phela (weee)
qal’ abonamaphutha k’phela, (we mama)
Usehleli nabangane bakhe (weee)
uhlal’ elungisa izinto zakhe, (we mama)
Kuhlekwa kancane manje (weeee)
usethi k’ngavelwe k’hlukwane manje, (we mama)
Usehlal’ enabangane bakhe. (umuntu may’sefun’ ukuhamba)

Sesineskhath’ eside sthandana, kodwa sxabana engathi s’yaqala uk’bonana
Beskhuluma nawe s’hleke k’velelomhlathi
Manje seng’yabon ukuth uyabaleka ugcwal’ amahlathi
akasang’thathi notice, futh ang’sawazi no kiss
Ng’yabona usey’tholele ishende
futh sekuy’skhath’ eside. (sideeee)

Uke wabona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee. (ufun’ ukuhamba wee)
Uke wambona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee. (ufun’ ukuhamba (we mama)
Ucikeka manje phela (weee)
qal’ abonamaphutha k’phela, (we mama)
Usehleli nabangane bakhe (weee)
uhlal’ elungisa izinto zakhe, (we mama)
Kuhlekwa kancane manje (weeee)
usethi k’ngavelwe k’hlukwane manje, (we mama)
Usehlal’ enabangane bakhe. (umuntu may’sefun’ ukuhamba)

Uke wabona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee. (ufun’ ukuhamba wee)
Uke wambona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee. (ufun’ ukuhamba (we mama)
Ucikeka manje phela (weee)
qal’ abonamaphutha k’phela, (we mama)
Usehleli nabangane bakhe (weee)
uhlal’ elungisa izinto zakhe, (we mama)
Kuhlekwa kancane manje (weeee)
usethi k’ngavelwe k’hlukwane manje, (we mama)
Usehlal’ enabangane bakhe. (umuntu may’sefun’ ukuhamba)

Ucikeka manje phela (weee)
qal’ abonamaphutha k’phela, (we mama)
Usehleli nabangane bakhe (weee)
uhlal’ elungisa izinto zakhe, (we mama)
Kuhlekwa kancane manje (weeee)
usethi k’ngavelwe k’hlukwane manje, (we mama)
Usehlal’ enabangane bakhe. (umuntu may’sefun’ ukuhamba)

Uke wabona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee. (ufun’ ukuhamba wee)
Uke wambona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee. (ufun’ ukuhamba (we mama)
Ucikeka manje phela (weee)
qal’ abonamaphutha k’phela, (we mama)
Usehleli nabangane bakhe (weee)
uhlal’ elungisa izinto zakhe, (we mama)
Kuhlekwa kancane manje (weeee)
usethi k’ngavelwe k’hlukwane manje, (we mama)
Usehlal’ enabangane bakhe. (umuntu may’sefun’ ukuhamba)

Uke wabona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba weee. (ufun’ ukuhamba wee)
Uke wambona umuntu may’sefun uk’hamba, (ufun’ ukuhamba wee)
Umuntu may’sefuna uk’hamba (weee). (ufun’ ukuhamba (we mama)

You cannot copy content of this page