Lloyd Cele- Ngiyakukhumbula Lyrics

Lloyd Cele- Ngiyakukhumbula Lyrics

Lyrics to Ngiyakukhumbula by Lloyd Cele

Verse 1

Sengikhathele ukuhlala ngedhwa

Nhliziyo’ ibuhlungu izingebezi zodhwa

Sengikhathele ngiphela amandla

Ngeke ngilunge ngaphandle kwakho

 

Wath’ uzobuya, uzobuya kumi

Wath’ uzobuya kimi wena sthandwa

Wath’ uzobuya, uzobuya ekhaya

Ngisakhona, Ngisakuthanda mpela

 

[Chorus]

Ngiyakukhumbu——la (we dhaliwami, we we sthandwasami)

Ngiyakukhumbu——-la (we dhaliwami, we we sthandwasami)

Ngiyakukhumbula (lalalalalalalala)

Ngiyakukhumbula lalalalalalalala)

Ngiyakukhumbula lalalalalalalala)

lalalala………

Buyasthandwasam’

 

Sengibhekile yonki ndawo emhlabeni (emhlabeni…)

Angikholwa akekho’ njengawe (njengawe….)

Sengicingile ndawozonke eyy (eyyy…)

Indumi yokhethelwa ayibonwa

 

Wath’ uzobuya, uzobuya kumi

Wath’ uzobuya kimi wena sthandwa

Wath’ uzobuya, uzobuya ekhaya

Ngisakhona, Ngisakuthanda mpela

 

[Chorus]

Ngiyakukhumbu——la (we dhaliwami, we we sthandwasami)

Ngiyakukhumbu——-la (we dhaliwami, we we sthandwasami)

Ngiyakukhumbula (lalalalalalalala)

Ngiyakukhumbula lalalalalalalala)

Ngiyakukhumbula lalalalalalalala)

lalalala………

Buyasthandwasam’

[Bridge]

Ntombi enhlekazi

Ngaphakathi kwenhliziyo evumayo

Buya kumi, buya kumi

Ngiyakukhumbula…………

Back to Chorus till the end……..

Tagged ,

You cannot copy content of this page