Kabza De Small, Dlala Thukzin, Sykes, Young Stunna, Nkosazana Daughter, Tracy, Thatohatsi “NGYOZAMA” Lyrics
[Intro]
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Mama no baba, uma k’shay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
[Verse 1]
Baba, uma kushay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
[Verse 2]
Mama no baba, uma k’shay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
[Verse 3]
Baba, uma kushay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
[Verse 4]
Uma beng’zama
Mdali ng’cel’ ungiphe nam’ i-power yok’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo, Mdali unise imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
[Verse 5]
Ayaya uma beng’zama
Mdali ng’cel’ ungiphe nam’ i-power yok’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo, Mdali unise imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
[Bridge]
Mhm, mhm
Mhm, mhm
Oh mmh (Okay)
[Verse 6]
Oh mama, kade uthandazel’ ikhaya elifudumele thata
Zonke izinyembezi zakho ziphendukise inhlanhla
Ng’th’ abantwana bakho basebenzele wena
Nami ngisebenzela bonke abantwana bakho
[Verse 7]
Wathi uma usishiya kuzoyenzeka izimanga
Kuyehla kuyenyukela yonke indlela zazihamba
Manje impilo incono buka lemizamo yakho
Thatha impilo zethu wayishintsha, ngesipho sakho
[Verse 8]
Wawuhlala edolweni ma ke
Wawuhlala edolweni ma ke
Wawuhlala edolweni ma ke
[Verse 9]
Mama no baba
Ukulahla ithawula akuyona indlel’ engafunda ngayo
Ingqinamba namba ayithelelani endleleni
Sukukuqoma manikhona
Kwakumnyama nasemnyango
Amahloni engisinda ehlombe
[Verse 10]
Kodwa ngeke, ngeke siphinde silal’ ekhaya singadlile
Nayi indodakazi isigadlile (Khuphuka mfo kamkhulu)
(Khuphuka Kabza De Small) Lingapheli ithemba kimi
Ng’sayophanda ng’sazobuya
Khuphuka Small (Dlala Thukzin)
[Verse 11]
Mama nobaba, uma kushay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya ngingabuyi
Cela nazi ukuthi kade ngiyozama
Kade ngozama mina, kade ngiyozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
[Verse 12]
Baba uma kushay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya ngingabuyi
Cela nazi ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
[Verse 13]
Uma bengzama
Mdali ng’cel ungiphe nam’ i-power yok’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo Mdali unise imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
[Verse 14]
Ayaya uma bengzama
Mdali ng’cel ungiphe nam’ i-power yok’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo Mdali unise imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
[Verse 15]
Baba, uma kushay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya angabuyi
Cela nazi ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
[Outro]
Baba, uma kushay’ iskhathi sokubuy’ ekhaya angabuyi
Cela nazi ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
For more music click HERE