Inkos’yamagcokama feat. Boohle) “ISAZOCHOMELANA” Lyrics
Anothi uma senikhetha impela babhemu
Nikhethe kahle omaqonda
Isazochomelana
Anothi uma senikhetha impela babhemu
Nikhethe kahle omaqonda isazochomelana
Anothi uma senikhetha impela babhemu
Nikhethe kahle omaqonda isazochomelana
Anothi uma senikhetha impela babhemu
Nikhethe kahle omaqonda isazochomelana
Owami umi ngenhla, owami udali singabhej’ imali
Umdali wamdala udali, enes’khathi sonke kwaphuma le mbali
Owami umi ngenhla, owami udali singabhej’ imali
Umdali wamdala udali, enes’khathi sonke kwaphuma le mbali
Ngike ng’thule ngimbheke udali eshaya kancane
Ngizishaye is’fuba, ngiyayqhenya nge’nqumo zami
Ngike ng’thule ngimbheke udali eshaya kancane
Ngizishaye is’fuba, angiy’soli nge’nqumo zami
Anothi uma senikhetha impela babhemu
Nikhethe kahle omaqonda isazochomelana
Anothi uma senikhetha impela babhemu
Nikhethe kahle omaqonda isazochomelana
Uyabon’ uNkulunkulu mhla edala wena
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu mhla edala wena
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu mhla edala wena
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Dali wami yi-masterpiece, udali
Dali wami yi-masterpiece, muhle
Dali wami yi-masterpiece, udali
Dali wami yi-masterpiece, muhle
Dali wami yi-masterpiece, udali
Dali wami yi-masterpiece, muhle
Mm
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Ngempela ngiyay’bongela ethongeni lakho
Kushukuthi ugide kwagideka
Ngempela ngiyay’bongela ethongeni lakho
Kushukuthi ugide kwagideka
Nami angizenzi, ngimuhle kanjena
Ngibong’ umama nobaba
Nami angizenzi, ngimuhle kanjena
Ngibong’ umama nobaba
Usuka sambe, is’phalaphala sentombi
Is’bhamu, is’momondiya
Usuka sambe, uphuma langa sikothe
Is’bhamu, is’momondiya
(Nami angizenzi)
Hhayibo (nami angizenzi)
Hhayibo nami angizenzi
(Nami angizenzi)
Hhayi bo (nami angizenzi)
Hhayibo nami angizenzi, yo-yo
Hhayibo nami angizenzi, yeah
Hhayibo nami angizenzi
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu uma edala mina
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu mhla edala wena
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu mhla edala wena
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Uyabon’ uNkulunkulu mhla edala wena
Wayekhiph’ unyawo waye excel-a
Credits
PERFORMING ARTISTS
Inkos’yamagcokama
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Scebi Dlamini
Songwriter