Inkabi Zezwe, Sjava, Big Zulu – “Omunye” Lyrics
[Verse 1]
Sawubona ngani yomuntu
Unjani mntwana womuntu?
Lapho ukhona, ngiyalibona olwami uthando
[Verse 2]
Sawubona ngani yomuntu
Uyaphila mntwana womuntu? Hey
Lapho ukhona, ngiyali bona olwami uthando
[Verse 3]
Ng’cela ukusondela kuwe
Ngibeke amabili amathathu amagama
Lapho ukhona, ngiyalibona olwami uthando
[Verse 4]
Angisamboni hayi, hey
Nguwe wedwa dali hayi, hayi
Angisamboni hayi, hey
Sondela sikhulume, hayi, hayi
[Verse 5]
Angisamboni hayi, hey
Sondela sikhulume, hayi, hayi, hayi
Omunye, omunye, omunye
Sondela sikhulume hayi, hey
[Verse 6]
Uyazi ngikhumbula ngiqala kukubona
Ufake iduk’elihlaza
Kuvele i-brazilian ngahlanya
Ngathi dudlu ntombazane
Wavele wamamatheka
[Verse 7]
We ntombi ngicela simbathe ndawonye
Sithandane engathi singabandawonye
Olwami uthando luney’impande
Ubatshele awu mbiwa ndawo
[Verse 8]
Wena ngakunikwa iThongo
UMdiki noNdawo
Othinta wena kunquma inganono
Injure one, injure all
[Verse 9]
Wena ntombi ngiyakuthanda
Ngifunga umama
Futhi sengimdala, anginaso isikhathi sokudlala
Dali ngiyafunga intandatho ngizoy’faka
Ngihlobise isandla sakho
[Verse 10]
Angisamboni hayi, hey
Nguwe wedwa dali hayi, hayi
Angisamboni hayi, hey
Sondela sikhulume hayi, hayi
[Verse 11]
Angisamboni hayi, hey
Sondela sikhulume hayi, hayi, hayi
Omunye, omunye, omunye
Sondela sikhulume hay, hayi
[Verse 12]
Gege legege ndoni yamanzi
Uxolo ukuk’phaphela
Ngihamba ngenkabi emhlophe
I-two point six ngicel’ithuba
[Verse 13]
Kodwa nginalo I-325
Ipake endlini ne triple 3
Ngusomatekisi
Ngiginq’isondo i-87
[Verse 14]
Dali umuntu angiganewe
Ngiphume njena ntombi angithathiwe
Inhliziyo ayigangile
Sondela dali ngihluleke ngizamile, hay
[Verse 15]
Angiphuzi angibhemi straight mina
Drive i-taxi angiceli mina
Nkomo zikababa azipheli kumina
Ng’cela uthando angibeji mina
[Verse 16]
Angisamboni hayi, hey
Nguwe wedwa dali hayi, hayi
Angisamboni hayi, hey
Sondela sikhulume hayi, hayi
[Outro]
Angisamboni hayi, hey
Sondela sikhulume hayi, hayi, hayi
(Omunye, omunye, omunye)
Sondela sikhulume hayi, hayi, hayi