Inkabi Nation – Amanz ewolintshi Lyrics

Inkabi Nation – Amanz ewolintshi Lyrics

Aw weeh
Kushisi wem wem mina nawe dali
Siwelele

Wedali come duze
Ungavumi bekuduthe mina ngthanda wena (Ngthanda wena)
Wedali come duze
Ungavumi bekuduthe mina ngthanda wena (Ngthanda wena)

Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa
Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa

Dali wami come duze
Mina nawe syakude
Ai bayeke baphuze
Futhi bayeke bazibuze (Ai bayazibuza)
Bathi senza ngani
Wen’uthandana nenkabi
Awumsabi lomuntu unenkani
Suka lento yenu ayilast
Ay bayeke bazibuze
Wena dali come duze (Come duze)
Nqondo zabo abazihluze
Orintshi amanzi engwaphuze (Orintshi amanzi nami angiwaphuze yoh)

Wedali come duze
Ungavumi bekuduthe mina ngthanda wena (Ngthanda wena)

Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa
Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa

Sthandwasam ngawe ngyazifela
I just wanna treat you better
Ngingawel’amazwe ngibone konke akekh’ofana nawe
Injabulo yami iphelele
Sthandwa sami konke ngikuphethile
Selokhe ndikubonile
Uthando lwakho lona lungigezile

Wedali come duze
Ungavumi bekujuthe mina ngthanda wena (Ngthanda wena)
Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa
Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa

Aw lavi wedali ngcel’ukiss mama
Lababanye angbafeel westhandwa
Bazamil’ukungithinta westhandwa
Wena sdudla sami uyangifudumeza ngith makubanda
Aw lavi bamb’isandla sami
Somove sonke dali
Ngikuthand’ukuphupha dali
Aw noma bethi angkhovithi dali

Wedali come duze
Ungavumi bekuduthe mina ngthanda wena (Ngthanda wena)

Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa
Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Aw ngithath’amanz ewolintshi mcwa
Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Ngithath’amanz ewolintshi mcwa
Wobheka mina ngedwa nami ngibheke wena wedwa
Ngithath’amanz ewolintshi mcwa

You cannot copy content of this page