Hlengiwe Mhlaba “SEWAKHILE” Lyrics

Hlengiwe Mhlaba “SEWAKHILE” Lyrics

[Verse 1]

(Sewakhile enhlizweni ungumhlobo wam)
Nguy’ omkhulu ke yena
(Nguy’ omkhul’ ezihlotsheni ungumhlobo wam)
[Verse 2]
Ngoba nguye (Ngoba nguy’ owangimela)
(Langi lahlwe okwempela)
(Nal’uthando wangifela ungumhlobo wam)
[Verse 3]
Ngoba nguye (Ngoba nguy’ owangimela)
(Langi lahlwe okwempela)
(Nal’uthando wangifela ungumhlobo wam)
[Verse 4]
Uyathwala Yena
(Uyathwala mthwalo wami, ungumhlobo wam)
Uthi wongi thwala nami ke
(Uthi wongi thwala nami, ungumhlobo wam)
[Verse 5]
Yeyi waye hlatshwa Yena (Waye hlatshwa njengemvana)
(Azangez’ owakh’ umntwana)
(Yek’inhlanhla yokwazana nomhlobo wam)
[Verse 6]
Yeyi waye hlatshwa Yena (Waye hlatshwa njengemvana)
(Azangez’ owakh’ umntwana)
(Yek’inhlanhla yokwazana nomhlobo wam)
[Verse 7]
(Yek’inhlanhla yokwazana nomhlobo wam)
(Yek’inhlanhla yokwazana nomhlobo wam)
(Yek’inhlanhla yokwazana nomhlobo wam)
(Yek’inhlanhla yokwazana nomhlo-)
For more music click HERE

You cannot copy content of this page