Cici, Naledi Aphiwe “AMEN” Lyrics
[Intro]
Yonke leminyaka
Kudala ngihlupheka
Abantu bangihleka mina angina plani
Kuphelile, bathi kuphelile
[Verse 1]
Mama mayefona
“Mntanami kwemzenjani?”
Ngithi “Angisakhoni”
Athi “Ngizothandaza”
Kuphethiwe
Kuphethiwe
[Verse 2]
Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
[Verse 3]
Manje ngicula uAmeni
Amen, Amen
Baba ngiyabonga
Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga
[Verse 4]
Baba kubuhlungu ukusuka kwakho emehlweni ami mama
Kodwa ngizizwa ngibusisekile ngawe
Noma ungasekho emehlweni ami
Ngifisa nokuboleka ifoni yasezulwini
Nami ngizame ukufonela uMdali
Ngithole ithuba loluxoxa nawe
Ngoba mama kuningi, mama kuningi, mama kuningi
[Verse 5]
Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
[Outro]
Manje ngicula uAmeni
Amen, Amen, Amen
Amen, Amen
Baba ngiyabonga
Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga
For more music click HERE