Blaq Diamond – Qoma Lyrics

Blaq Diamond – Qoma Lyrics

Yelelele (Yeah)
Oh we mama
Sweety my lavoh, yeah

Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona (Oh sthandwa sam’)

Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)

Heh ngithi qoma ntombi ngish’ ukudla kwebhodw’ ang’sakwazi
Iphelil’ imali yam’, iphelil’ ama take-away (Heh)
Ngithi qoma ntombi ngish’ ukudla kwebhodw’ ang’sakwazi
Iphelil’ imali yam’, iphelil’ ama take-away
Masufun’ umaqondana, ungikhumbule nami
Ngizok’thengel’ i-perfume ebizayo
Masufun’ umaqondana, ungikhumbule nami (Ungikhumbule)
Ngizok’thengel’ i-perfume ebizayo

Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)

Aw’, eshu ntombi, kunini ngagcin’ ukuzwa umama ekhaya ekikiza? aw’ weh
Kunini, ngagcin’ uk’bona umakoti ebalen’ ephithiza? aw’ weh
Kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng’yathithiza
Awu, qoma ntombi, awu qome
Ngubo ziyabanda, ng’yak’vumel’ ekhaya ushikishe (Aw’ yeh)
Inkomo zigcwel’ isibaya (Aw’ yeh)
Mina eGoli ng’dlal’ utshwala (Aw’ wentombi)
Kekh’ oyol’vusa lelikhaya
Hay’ ubaba uyakhala, kuthani na?
Zulu liyana le makhaya
Aw’, ntamba zakithi z’lel’ is’thwathwa
Aw’, ntombi liyash’ ikhaza
Aw’ inkomo zakithi zigcwel’ isibaya (Wentombi)

Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)

Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona (Oh sthandwa sam’)
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona (Oh sthandwa sam’)

Translate to English

You cannot copy content of this page