Big Zulu – Voicemail Lyrics

Big Zulu – Voicemail Lyrics

Ngik’thol’efonini (Nkabi records)

Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah)
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhale palini mah)
Bengithi ngiya fona dali

Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi mah)

Ikhal’epalini, dali wami voicemail
Uban’ lomlungu ophendulayo my baby?
Indaba yakho yok’hamb’ eb’suku ngay’meli
Ngicela indlela mangabe ithando lwami awuneli , yelele mama
Mangabe lento yakho ayipheli ay’heh
Sthandwa sam’, dali wami lala ngalele
Singene court, thetha amacala noma ngamele
Ngik’jabulise, mangabe awunami ngcono ungitshele
Ma takeaway, nanga amabodo ekhaya awupheki

Bengithi ngiya fona dali
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhale palini mah)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi mah)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi mah)

Ngiyazi ukuthi u-busy mhlambe dali wame
Kodwa dali bamb’ ifoni
Mhlambe i-network ayikho dali
Or maybe uzong’shaya ngey’tori
Dali soze ngithand’ omunye umuntu phela dali ngoba sisuka kude
Kodwa bamb’ ifoni dali ngoba phela mina ngik’khumbule
Kuloko ngizama nje, ngik’funa angik’tholi
Wena awusabambek’, usiyi superstar uyi ghost-i ma

Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah)
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhale palini mah)
Bengithi ngiya fona dali
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhale palini mah)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi mah)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi mah)

Weh lovey
Ngifuna ukhumbule ukuthi mina nawe dali safunga phamb’ kwe altar
Ukuthi okwam’ owakho, okwakho okwami
Wena uyi sthandwa sami, noma ngibheda sometimes
Noma ngibheda usangithanda
Nasembhedeni uyangilapha dali

Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah)
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhale palini mah)
Bengithi ngiya fona dali
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhale palini mah)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi mah)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi mah)

Translate to English

You cannot copy content of this page