Sminofu, Zee Nxumalo – “SAJOLA KAMNANDI” Lyrics
Hhayi abaningi
Hhayi abaningi
Hhayi abaningi
Uyena yedwa ukhosi
Hhayi abaningi
Hhayi abaningi
Hhayi abaningi
Uyena yedwa umuntu
Lusha kakhulu uthando lwethu
We dali wami ngamalangabi
Yikho s’hlala slala s’bhekene
Shono dali ngikwenzeleni okunye?
Lusha kakhulu uthando lwethu
We dali kuvutha amalangabi
Yikho s’hlala slala s’bhekene
Shono dali ngikwenzeleni okunye?
Syofika labefika khona nabantu babo
Syohlala labehlala khona
Aw, syohamba labahamba khona
Abo ma vacation dalo
Syofika labefika khona nabantu babo
Syohlala labehlala khona
Aw, syohamba labahamba khona
Abo ma vacation dalo
Saze sajola kamnandi (sajola kamnandi)
Sathandana kamnandi (sathandana kamnandi)
Siphila kamnandi (saphila kamnandi)
I hhii
Saze sajola kamnandi (sajola kamnandi)
Sathandana kamnandi (sathandana kamnandi)
Sidlana kamnandi (sadlana kamnandi)
Ahha ihhii
Saze sajola kamnandi (sajola kamnandi)
Sathandana kamnandi (sathandana kamnandi)
Sijola kamnandi (sajola kamnandi)
Aah ihhii
Lilizela lilizela makhelwane
Namhlanje mina ngithole owami
Ung’thanda noma ngiza nemithwalo
Ung’thanda noma ngiza namalangabi
Lilizela lilizela makhelwane
Namhlanje ngithole indoda yakwami
Ung’thanda noma ngiza namatorokisi
Ung’thanda noma ngiza nemithwalo emnungi
Ayeyee hah
Ayeyee hah
Ayeyee ayayayah
Ayeyee ayayayah
Ayeyee hah
Ayeyee hah
Ayeyee ayayayah
Ayeyee hah
Hhayi abaningi
Hhayi abaningi
Hhayi abaningi
Uyena yedwa umuntu
Lusha kakhulu uthando lwethu
We dali livutha amalangabi
Yikho s’hlala slala s’bhekene
Shono dali ngikwenzeleni okunye?
Syofika labefika khona nabantu babo (sajola kamnandi)
Syohlala labehlala khona (sathandana kamnandi)
Aw, syohamba labahamba khona (saphana kamnandi)
Boma vacation dalo (ihii) (ohh)
Sajola kamnandi
Sathandana kamnandi
Saphana kamnandi
Ihhii