Thatohatsi, Sjava, Shaunmusiq – “AMA HEM HEM” Lyrics
Abanye bathi ngezwa ngama hem hem
Ukuthi ngithande wena ngoba une zenzo
Abazi ukuthi kuna lento evutha ngaphakathi
Engtshela ukuthi uyena
Ngisho noma impela enge nay’imali ngizomthanda kuze kube x2
Ngisho noma enge Nayi’Mali
Yeh mina naye so phelela ema zweni x 4
Ngicela nimkhumbuze ukuthi angsoze ngabuyela ekhaya mina x4
Ngisho noma enge Nayi’Mali
Yeh mina naye so phelela ema zweni x 4
Sjava
Bayadlala
Dali ngiku yeke
Baya dlala
Ohh
Ohhh yeah
Themba lami likuyena
Aye ahh yeee (yebo)
Ohhh yeah
Bayadlala
Themba lami likuyena
Ayi Ayi Ayi Ayi
Dali ngimu yeke
Abanye bathi ngezwa (ngama hem hem )
Ukuthi ngithande wena ngoba (une zenzo )
Abazi ukuthi kuna lento evutha ngaphakathi
Engtshela ukuthi uyena( ahhh Uyena)
Ngisho noma impela (enge nay’imali )ngizomthanda (kuze kube ) x2
Uyaba buka bashiswa yi mali
Dali bakshela nge mali
abazi uthando lwethu
Ay mama aluyi ndawo
Dali iyaphel imali
Kodwa mina angiyi ndawo
Mina ngiyo hlala nawe
Good and bad times
Angithi bona bane mali
Badlalisa ubkhazikkhazi
Bakthembisa oDubai
Ngoba mina angi nayo imali
Ngiku nika lonke Uthando lwam
Ngoba uthando lu ndlul imali
Dali uthando lwethu luna mandla
uthando lwethu lu ndluli mali
Ngisho noma enge Nayi’Mali
Yeh mina naye so phelela ema zweni x 4