Sbahle, Mawelele “NGIYABHEJA NGAWE” Lyrics
[Intro]
Oh dali
Ngiyafa amakhaza
Uthi ngithini was’uhamb’ is’khathi eside we dali
Ngiyafa amakhaza
Uzobuya nini baby ngiyagodola
[Verse 1]
Angifuni lutho ngento yami
Angifuni lutho ezophazamis’uthando lwethu
Angifuni lutho ngento yami
Angifuni lutho ezophazamis’uthando lwethu
[Verse 2]
Ngiyabheja ngawe
Oh, oh ngiyabheja ngawe
Oh dali
Oh ngiyabheja ngawe
[Verse 3]
Baby God knows you’re my one and only
Kukhala wena dali, esifubeni sam
And sometimes I’ve been feeling lonely
Ngaphandle kwakho dali
Kuyabanda dali
[Verse 4]
Ngiye ngahamba dali
Ngase ngabona abanye
Ngakhohlwa ngawe dali
Ngakhohlwa ngothando lwethu
[Verse 5]
Ngiye ngahamba dali
Ngase ngabona abanye
Kodwa ofana nawe dali
Asoze abekho dali
[Verse 6]
Dali uthando, uthando lwakho
Lufana no-poison
Noma ngingahamba umhlaba wonke
Asoze ngamthola ofana no sweety lovey
[Verse 7]
Ngiyabheja ngawe
Oh, oh ngiyabheja ngawe
Oh dali
Oh ngiyabheja ngawe
[Verse 8]
Dali seng’fisa ukudiliza lezontaba
Wah, ezing’sithela wena
Dali nembali yakho iyoze ibuye
Oh ngabe uzobuya na
[Verse 9]
Soka lami
Mawungekho eduze kwami ngiyaphambana
Oh dali
Oh buya
Mntana womuntu ngiyafa yinkumbulo
Namakhaza ayazenzela la kimi
[Outro]
Dali uthando, uthando lwakho
Lufana no-poison
- Noma ngingahamba umhlaba wonke
Asoze ngamthola ofana no sweety lovey
For more music click HERE