NHLOSO KHWELA, Shenge wasehlalankosi “UNIKHODIMA” Lyrics
[Intro]
Is’fiso sami ukuthi s’phumelele sonke
S’phumelele sonke nabangani bami
Is’fiso sami ukuthi s’phumelele sonke
S’phumelele sonke nabangani bami
[Verse 1]
Ngiyacela Nkhulunkulu kwaba phumelelayo
Hhe ngiyayicelela elami gama libe khona
Ng’cel’ ungakhohlwa zintwana zami
Siphumelele sonke nabangani bami es’hamba nabo
[Verse 2]

[Verse 3]

[Verse 4]
Izintwana zami lezi (Hhe intwana zami lezi)
Izintwana zami lezi (Hhe abafwethu laba)
Konke okuhle (Konke okuhle akuzalile ubaba sib’fisela kona)
[Verse 5]

[Verse 6]

[Verse 7]
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima wanyonyoba uNikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Siyishaye kancane njengo Nikhodima)

[Verse 8]

[Verse 9]
Ng’cela sicengeni kancane
Ng’cela sicengeni kancane njengo Nikhodima wanyonyoba
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima wanyonyoba uNikhodima)
[Verse 10]
Ng’cela sicengeni kancane (Siyishaye kancane njengo Nikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima wanyonyoba uNikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Siyishaye njengo Nikhodima)

[Outro]
Ng’cela sicengeni kancane (Siyishaye njengo Nikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima wanyonyoba uNikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima)
Ng’cela sicengeni kancane (Njengo Nikhodima wanyonyoba uNikhodima)
For more music click HERE