Nkeshemba “NGIXOLELE MTANAMI” Lyrics
[Intro]
Bengicela ungixolele mama womtanami
Angibanga khona es’bhedlela
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
Bengicela ungixolele ngane yami
Angibanga khona ekuzalweni kwakho
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
[Verse 1]
Ngesikhathi umama wakho engitshela ukuthi ukhululwe
Ngangingasebenzi ngingenayo nemali yokudla
Namathuba emisebenzi ngalesosikhathi ayengekho
Ngathatha isinqumo sokuthatha i’bhamu ngiyokhomba

[Verse 2]
Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi uphile kahle
Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi ukhule kahle
Ufane nabanye abantwana nawe ugqoke kahle
Yize ngaphelela ejele
[Verse 3]

[Verse 4]
Ngazama ngahluleka mtanami
Kumanje, ngizibona ‘ngesikhulu is’hluleki
Angikwazi nokulala ubuthongo, ngikhathazekile
Ukuthi lapho enikhona nomawakho ngabe nidlile
[Verse 5]

[Verse 6]
Ang’sazi ngiyophuma kanjani na?
Ang’sazi ngiyokubona kanjani na?
Angazi ngiyok’thinta kanjani wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
[Verse 7]
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Angazi ngiyok’bona kanjani wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
[Verse 8]
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
Angazi ngiyok’thinta kanjani wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
[Verse 9]
Ngikhumbula umama womtanami, yelele
Ngikhumbula ingane yami wowu yelele
Ngikhumbula ingane yami wowu yelele
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
[Verse 10]
Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi uphile kahle
Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi ukhule kahle
Ufane nabanye abantwana nawe ugqoke kahle
Yize ngaphelela ejele
Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi uphile kahle
Kukhona konke mtanami ngangenzela ukuthi ukhule kahle
Ufane nabanye abantwana nawe ugqoke kahle
Yize ngaphelela ejele
[Verse 11]
Ngazama ngahluleka mtanami
Kumanje, ngizibona ‘ngesikhulu is’hluleki
Angikwazi nokulala ubuthongo, ngikhathazekile
Ukuthi lapho enikhona nomawakho ngabe nidlile
Ngazama ngahluleka mtanami
Kumanje, ngizibona ‘ngesikhulu is’hluleki
Angikwazi nokulala ubuthongo, ngikhathazekile
Ukuthi lapho enikhona nomawakho ngabe nidlile
[Outro]
Ang’sazi ngiyophuma kanjani na?
Ang’sazi ngiyokubona kanjani na?
Angazi ngiyok’thinta kanjani wemtanami
Ngagwetshwa udilika jele wemtanami
For more music click HERE