Ntencane & KaMaphanga “ENGALOBOLILE” Lyrics
Oh lwaze lwangihlanyisa uthando
Sekuthi angim’bize umyeni wami engalobolile

(Uthi angiyohlala naye khona engalobolile)

Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona
Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye
Uyonikhokhela uma esemi kahle

Hawu ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona
Bazali bami, mukweleteleni angithathe ngiyohlala naye
Uyonikhokhela uma esemi kahle
Oh lwaze lwangihlanyisa uthando
Sekuthi angim’bize umyeni wami engalobolile
Vele ekhaya angeke
Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina
(Uthi angiyohlala naye kodwa engalobolile)
Vele ekhaya angeke
Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina
(Uthi angiyohlala naye khona engalobolile
Vele ekhaya angeke
Banginike lutho kumalobolo azongilandela

Ngisho ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona

Hhay ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona
FAor more music like this click HERE