Feza “INCENGE KANCANE” Lyrics
[Verse 1]
Uzungayihaleli impilo yomuny’ umuntu sosha lami
Eyi ngoba awazi ukuthi lapha ekhona ufike kanjani

Uzungayihaleli impilo yomuny’ umuntu sosha lami wee
Eyi ngoba awazi ukuthi lapha ekhona ufike kanjani
[Verse 2]
Ubohamba ngamanandla onikwe wona sosha lami
Uyincenge kancane, impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa sosha lami (Impilo iyancengwa sosha lami)

Lamanandla onikwe wona sosha lami
Uyincenge kancane, impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa sosha lami (Impilo iyancengwa sosha lami)
[Bridge]
Sosha lami, incenge kancane sosha lami
Sosha lami, impilo iyancengwa sosha lami
[Verse 3]
Abajahile badedele badlule
Uyobathola phambili, inqobo nje maw’fikile

[Verse 4]
(Isivinini siyabulala sosha lami) Ukhumbule, uyobathola phambili
Inqobo nje mawufikile
Impilo iyancengwa sosha lami (Isivinini siyabulala sosha lami)
Ukhumbule, uyobathola phambili

Impilo iyancengwa sosha lami
[Verse 5]
(Ubohamba ngamanandla onikwe wona sosha lami) Uyincenge kancane, impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa sosha lami
Impilo iyancengwa sosha lami (Ubohamba ngamanandla onikwe wona sosha lami)
Uyincenge kancane, impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa sosha lami
Impilo iyancengwa sosha lami (Lamanandla onikwe wona sosha lami)
Uyincenge kancane, impilo ayiwona umjaho, iyabekezelwa sosha lami
Impilo iyancengwa sosha lami
[Outro]