Zakwe – Bathi Ng’yachoma Lyrics

Zakwe – Bathi Ng’yachoma Lyrics

Lyrics to Bathi Ng’yachoma By Zakwe

[Verse 1]

Ngiyazi vele ngale track, ngisazovithiza iy’maku

Le, insizwayangampela, egadla ivike nge hawu

Ngik’ ringele i-hour, nge peaktime, ngibhidlize iminyango

Awungidonsele i-wheelchair, before ngiba khiphele unyawo
Ngibagebhela emnyango, ngigade lo, ozoringa mangilthipha

Cause la, kuzokhoka i-caller, butforgetama-drink

Ingomayami angisayi rap, ngiyinika u-Linda Sibiya

Ayidingi ama-hoover, uzoyizwa kwi-motivational speaker
Bathi i-dollarlilahlekile ngibathungela ama-pant

I-verse lami lakha i-packetngathi ngithenge i-sherbet

Ngi-patient, ngithatha i-shine ngishiye ixhwele nesi khwele

Noma ngik’khonfuza njengokubona i-boxing ring eyiskwele

 

Mangispitha abahlehle, ngibazwile bathi angeke ngibe grand

Bangamumela kanjani u-Zakwe imilenze beyishiye e-Tech

Ngibaphezulela iy’ngxazu, babheke basele nge-shirt

Bancenga amablukwe bonke laba abama baggypant

 

[Chorus]

Bathi ngiyachoma,ya sho, ngiyababona

Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma

Bathi ngiyachoma,ya sho, ngiyababona

Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
[Chorus]

 

[Verse 2]

Bangizwa nge-bhesi, ngibhampa njenge sponge esine base

Ngi-control i-bass, kwi beat, ngi-ghev nge chase

Bamela eceleni, ngiphele endleleni ngidedele i-pace

A bit suprising njengokubona isangoma esibhula i-skeyf

 

Eh hhe, kanti zithini la, nabhida mangifika

Ah wena uyangidina, ngizoyiyeka i-rap mawufika keleli zinga

Mangiqeda ngiyahlina, ngibala i-dollarngiziba ey’nokuqina

Lezi ey’dinga ama-touch ups, ngathi zizama ukuthinta mina

 

Anisoze nangifica, siza batshele ntwana kuzobhodwa

Mawufuna ukusinda kule flow, khwela umkhumbi ka Noah

I’ll blow you away, anytime, i-weightyakho ayibonwa

Angidingi izandla, unjenge parashoot, umova ngomoya
Basuka ngyahlofa, ngirula abolova kunyanye i-crewyonke

Just because I lead, sebengibiza ngey’nkophe
Never bangi stop, ngeke banginqobe laba ababhobhe

I aint digging your shit, that’s why ngingeke nginikope

 

[Chorus]

Bathi ngiyachoma,ya sho, ngiyababona

Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma

Bathi ngiyachoma,ya sho, ngiyababona

Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

 

[Chorus]

 

[Verse 3]

Bafuna ukungiphendula isibuko son, bangizela ngobuso

Bazwe ngiringa ngama punch, sebengikhiphela isifutho

Mawubona ngigib’sele i-carvela, ngisuke ngenza ngelbomu

Ukuthi ngihlale ngicupha iy’khala ngingaphathanga ama-bomb

 

Leyentwana angiy’boni, makungena zona ngidlulisa itack

Sibasusa amabhadu, bahlulwe ukuhamba kuvuleke i-gab

Sibambe inkunziyama kepisi, sobenza ba-hand i-cap

How can you jump to conclusion uhamba nge-wheelchair?

Tagged , ,

You cannot copy content of this page