Thinah Zungu- Nginguthandiwe Lyrics

Thinah Zungu- Nginguthandiwe Lyrics

Lyrics to Nginguthandiwe  by Thinah Zungu

[chorus]
Ngenzelw’ inceba nje
Ngifumen’ umusa
Ngase ng’phiw’ igam’ elisha
Nginguthandiwe
.
[Leading chorus]
Hayi ngoba ngingcono
Hayi ngoba ngenze kahle
Ukuthi nje ngithandiwe
Nami ngithandiwe
.
Hay ngoba ngingcwele ngamaphutha
Nami ngyahlulek’ endleni
Ukuthi nje ngithandiwe
Awu! ngithandiwe
.
Nami ngnama phutha ‘mi
Kodw’ inkosi ayingbaleli wona
Ngithandiwe
Hayi, ngithandiwe
[chorus leading ends]
.
[solo]
Sikhath’ eside bengihlupheka
Bebengihleka nengazana nabo
Bengifun’ uthando njena
Kodwa ngathol’ okungaphezulu kwalo
Ngaze ngaphiwa negam’ elisha, yeah
Ngingu Thandiwe
.
[Leading chorus]
Ai ngoba ngingcono ke
Ngiphiw’ igam’ elisha ke
Ngithandiw’ emazulwini
.
Ngithandwe nokwehluleka kwami ke
Langbhek’ izulu ke
Ngithandiwe x2
Ayi, ngithandiwe
.
Ngithandwe ngingenamali ke
Ngithandwe ngibuthakathaka
Ngithandiw’ emazulwini
Oooh, ngithandiwe
.
Ngithandwe ngingenamli ke
Ngithandwe ngihlupheka
Ngithandiw’ emazulwini
Oh, Oh, ayi ngithandiwe
[chorus leading ends]
.

[solo]
Inganuy’ iqhaw’ elinamandla
Hamba ngalamandla unikiwe wona
Yize nom’ unovalo ke baba
Kodw’ uyafunek’ empini
.
Laze lakthand izulu ke
laze laknik’ amandla amasha ke
Waze waphiwa negama elisha, ei
Ungu Thandiwe
.
[Leading chorus till end]
Uthandiwe emazulwini
Uthandiwe noba ubuthakathaka
‘Yakthand’ uJesu
Hay wen’ uthandiwwe
.
Nami ngthandwe ngihluleka
Langthand’ izulu ke
Hayi ngoba ngingcono
Ukuthi ngithandiwe
.
Yheeyii, hiiiii
Ngithandiwe
Ngithandiw’ emazulwini
Nawe ungathandwa ngalo musa
‘Jes’ ukhona
UJes’ uyakthanda’
.
Oooh yeah
Ngithandiwe
Nawe uthandiwe

You cannot copy content of this page