Sjava- Ugogo Lyrics

Lyrics For Ugogo By Sjava

dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

kubak’yona imthandazo yakho

njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

kubak’yona imthandazo yakho

njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

vel’ugogo wath’idlozi selivumile’msamu

nami sesfikil’iskhathi sami

bewuthi ngizohlupheka ngize ngife

bewuthi ngizohlupheka ngize ngife

ugogo wangtshel’ukuth ngibofund’ukbekezela

yikho ngila manje ingenxa’yokbekezela

wath akyona indlel’oqala ngayo

kodwa indlel’oqeda ngayo

 

kdala ngilokhu ngzama ngiwa ngiwa ngivuka

kokoko bengafun ukvula

iyntanga zami ziphumelela left and right

khalis’okwengane kanti kwala kuphi ngami weeh

 

Ngiyawakhumbula amagama kagogo

wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo

ngiyabona wayeqinisile ugogo

Isina muva liyabukwe

 

dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

kubak’yona imthandazo yakho

njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho ma

kubak’yona imthandazo yakho

njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

Gogo lang’khona kugcwele amadimoni

kugcwele izilingo

ngithandazise ngingabi umoni

ngingalingeki

ngingadideki

 

makufika izivunguvungu gogo ngingaShake

ngingasanganiswa imali neFame

ngidl’imali iphelele emoyen’

Gogo ngicelele amandl’eNkosini

ngibe isibonelo esihl’emphakathin

funuk’shintsha izimpilo zabantu ngomculo wam

ngibuyise ithemba kwabalilahlile ngomculo wam

 

Gogo ngiyabonga ngemyalo yakho

buka manje usey’Nkosi umzukulu wakho

 

Ngiyawakhumbula amagama kagogo

wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo

ngiyabona wayeqinisile ugogo

Isina muva liyabukwe?

 

dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

kubak’yona imthandazo yakho

njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho mama

kubak’yona imthandazo yakho

njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Lyrics Submitted by senamile millennium ngcobo

Read previous post:
Lebo Sekgobela- Ntate Lerato La Hao Lyrics
Lebo Sekgobela- Sefapanong Ke Bohang Lyrics

Lyrics For Sefapong Ke Bohang By Lebo Sekgobela Sefapanong ke boha Wena moloki waka Madi a tswa maqebeng Jonna we...

Close