Sjava- Ngeke Lyrics

Lyrics For Ngeke By Sjava

ngeke ngiqambe amanga, ngik’thand impela
kodwa ngeke ngivume udlale ngami×2
ngeke ngeke ngeke
ukuqala koku hlakanipha othandweni
ukwaz ukuthi isthandwa sakho siyisibusiso kuwe

ngeke ngize ngiye le na le seng’khathele
ukuthatha amacala engawaz njalo ntsuku zonke
mangeloku iloku mangeloku iloku ngicina
ngixolisa ngingekho ephutheni
just to make you happy but still loko awuku boni
cause you busy searching for izinto ezingeko
u need to stop it before ulahlekelwa ok’khona ngok’ngeko

mina ngthanda wena wedwa why kungak
jabulisi loko why kungak nelisi loko?
ngeke ngiqambe amanga, ngik’thand
impela kodwa ngeke ngivume udlale ngami×2
ngathi sekzo fika la ngikhathala
khona ngathi sengzoyi yehla lenqola
sesilwa kakhulu sjabule kancane
sbhanga into engekho susa umsindo
ngento encane ngento engekho sekuyi njwayelo
no no no no no no no

ndine nqondo zok’thatha intozam ndigoduke mazwayi
ngeke ngeke ngyabonga this shit i dont need it
mina ngthanda wena wedwa.
why kungak jabulise loko
why kungak nelisi loko
ngeke ngiqambe amanga,
ngik’thand impela kodwa
ngeke ngivume udlale ngami×2
ngeke ngiqambe amanga,

ngik’thand impela kodwa
ngeke ngivume udlale ngami×2
ngeke ngiqambe amanga,
ngik’thand impela kodwa
ngeke ngivume udlale ngami×2
ngeke ngiqambe amanga,
ngik’thand impela kodwa ngeke ngivume udlale ngami×2

Read previous post:
Sjava-Ngeke Lyrics
Sjava- Baba Lyrics Ft Saudi

Lyrics For Baba By Sjava [Chorus] X2 Baba wam’ emhlabeni sahlanganisa impilo yami In your eyes I never made it...

Close